The Quran in Zulu - Surah Takathur translated into Zulu, Surah At-Takathur in Zulu. We provide accurate translation of Surah Takathur in Zulu - الزولو, Verses 8 - Surah Number 102 - Page 600.
أَلْهَاكُمُ التَّكَاثُرُ (1) Ukuqoqela ndawonye (umnotho) kunenza niphambuke |
حَتَّىٰ زُرْتُمُ الْمَقَابِرَ (2) Kuze kube nivakashela emangcwabeni |
كَلَّا سَوْفَ تَعْلَمُونَ (3) Cha! Niyokwazi |
ثُمَّ كَلَّا سَوْفَ تَعْلَمُونَ (4) Futhi cha! Niyokwazi |
كَلَّا لَوْ تَعْلَمُونَ عِلْمَ الْيَقِينِ (5) Cha! Ukube benazi ngolwazi oluqinisekile |
لَتَرَوُنَّ الْجَحِيمَ (6) Ngempela nizosibona isihogo |
ثُمَّ لَتَرَوُنَّهَا عَيْنَ الْيَقِينِ (7) Bese ngempela niyasibona ngamehlo okuqiniseka |
ثُمَّ لَتُسْأَلُنَّ يَوْمَئِذٍ عَنِ النَّعِيمِ (8) Bese ngempela ngalolosuku niyabuzwa ngentokozo |