The Quran in Zulu - Surah Al Asr translated into Zulu, Surah Al-Asr in Zulu. We provide accurate translation of Surah Al Asr in Zulu - الزولو, Verses 3 - Surah Number 103 - Page 601.
وَالْعَصْرِ (1) Ngifunga ngesikhathi |
إِنَّ الْإِنسَانَ لَفِي خُسْرٍ (2) Ngempela umuntu usekudukeni (usekulahlekeni) |
إِلَّا الَّذِينَ آمَنُوا وَعَمِلُوا الصَّالِحَاتِ وَتَوَاصَوْا بِالْحَقِّ وَتَوَاصَوْا بِالصَّبْرِ (3) Ngaphandle kwalabo abakholwayo futhi abenza izenzo ezinhle ezilungileyo futhi abayalana ngeqiniso futhi abayalana ngokubekezela |