The Quran in Zulu - Surah Kafirun translated into Zulu, Surah Al-Kafirun in Zulu. We provide accurate translation of Surah Kafirun in Zulu - الزولو, Verses 6 - Surah Number 109 - Page 603.
قُلْ يَا أَيُّهَا الْكَافِرُونَ (1) Yithi oh nina eningakholwayo |
لَا أَعْبُدُ مَا تَعْبُدُونَ (2) Angikukhonzi lokho enikukhonzayo |
وَلَا أَنتُمْ عَابِدُونَ مَا أَعْبُدُ (3) Futhi nani anikukhonzi lokho engikhonzayo |
وَلَا أَنَا عَابِدٌ مَّا عَبَدتُّمْ (4) Futhi nami angisoze ngakhonza lokho enikukhonzayo |
وَلَا أَنتُمْ عَابِدُونَ مَا أَعْبُدُ (5) Futhi nani anisoze nakukhonza lokho engikukhonzayo |
لَكُمْ دِينُكُمْ وَلِيَ دِينِ (6) Okwenu yinkolo yenu, nokwami yinkolo yami |