The Quran in Zulu - Surah Nasr translated into Zulu, Surah An-Nasr in Zulu. We provide accurate translation of Surah Nasr in Zulu - الزولو, Verses 3 - Surah Number 110 - Page 603.
إِذَا جَاءَ نَصْرُ اللَّهِ وَالْفَتْحُ (1) Uma kufika usizo lukaMvelinqangi nokunqoba |
وَرَأَيْتَ النَّاسَ يَدْخُلُونَ فِي دِينِ اللَّهِ أَفْوَاجًا (2) Futhi ubona abantu bengena enkolweni kaMvelinqangi ngobuningi |
فَسَبِّحْ بِحَمْدِ رَبِّكَ وَاسْتَغْفِرْهُ ۚ إِنَّهُ كَانَ تَوَّابًا (3) Ngakho-ke ngcwelisa udumo lweNkosi yakho futhi ucele intethelelo kuyona, ngempela yona ngasosonke isikhathi iyakwamukela ukuzisola (kwenceku yayo) |