The Quran in Zulu - Surah Masad translated into Zulu, Surah Al-Masad in Zulu. We provide accurate translation of Surah Masad in Zulu - الزولو, Verses 5 - Surah Number 111 - Page 603.
تَبَّتْ يَدَا أَبِي لَهَبٍ وَتَبَّ (1) Imisebenzi yezandla zika Abu Lahab iyobhujiswa kanye naye |
مَا أَغْنَىٰ عَنْهُ مَالُهُ وَمَا كَسَبَ (2) Umnotho wakhe ngeke umsize (ngalutho) kanye nalokho akuzuza izingane zakhe |
سَيَصْلَىٰ نَارًا ذَاتَ لَهَبٍ (3) Uyongena emlilweni onamalangabi |
وَامْرَأَتُهُ حَمَّالَةَ الْحَطَبِ (4) Kanye nonkosikazi wakhe umthwali wezinkuni zokubasa |
فِي جِيدِهَا حَبْلٌ مِّن مَّسَدٍ (5) Entanyeni yakhe kunentambo ewumqhele womlilo |