×

Surah Al-Munafiqun in Zulu

Quran Zulu ⮕ Surah Munafiqun

Translation of the Meanings of Surah Munafiqun in Zulu - الزولو

The Quran in Zulu - Surah Munafiqun translated into Zulu, Surah Al-Munafiqun in Zulu. We provide accurate translation of Surah Munafiqun in Zulu - الزولو, Verses 11 - Surah Number 63 - Page 554.

بسم الله الرحمن الرحيم

إِذَا جَاءَكَ الْمُنَافِقُونَ قَالُوا نَشْهَدُ إِنَّكَ لَرَسُولُ اللَّهِ ۗ وَاللَّهُ يَعْلَمُ إِنَّكَ لَرَسُولُهُ وَاللَّهُ يَشْهَدُ إِنَّ الْمُنَافِقِينَ لَكَاذِبُونَ (1)
Uma befika kuwena abazenzisi bethi siyafakaza ukuthi ngempela wena uyisithunywa sikaMvelinqangi futhi uMvelinqangi uyazi ukuthi ngempela wena uyisithunywa sakhe futhi uMvelinqangi uyafakaza ukuthi ngempela abazenzisi baqamba amanga
اتَّخَذُوا أَيْمَانَهُمْ جُنَّةً فَصَدُّوا عَن سَبِيلِ اللَّهِ ۚ إِنَّهُمْ سَاءَ مَا كَانُوا يَعْمَلُونَ (2)
Bathatha izifungo zabo njengesembozo bese bevimbela abantu endleleni kaMvelinqangi ngempela bona okubi yilokho ababekwenza
ذَٰلِكَ بِأَنَّهُمْ آمَنُوا ثُمَّ كَفَرُوا فَطُبِعَ عَلَىٰ قُلُوبِهِمْ فَهُمْ لَا يَفْقَهُونَ (3)
Lokho kungenxa yokuthi bona bakholwa base bengakholwa (bayiyeka inkolo) kwabe sekusicilelwa izinhliziyo zabo manjalo bona bangabe besaqonda (lutho)
۞ وَإِذَا رَأَيْتَهُمْ تُعْجِبُكَ أَجْسَامُهُمْ ۖ وَإِن يَقُولُوا تَسْمَعْ لِقَوْلِهِمْ ۖ كَأَنَّهُمْ خُشُبٌ مُّسَنَّدَةٌ ۖ يَحْسَبُونَ كُلَّ صَيْحَةٍ عَلَيْهِمْ ۚ هُمُ الْعَدُوُّ فَاحْذَرْهُمْ ۚ قَاتَلَهُمُ اللَّهُ ۖ أَنَّىٰ يُؤْفَكُونَ (4)
Futhi uma ubabona iyakuthokozisa imizimba yabo futhi uma bekhuluma uyayilalela inkulumo yabo, okusengathi bona bayizinkuni ezisekelwe, bacabanga ukuthi konke ukhala (umsindo omubi) uqondene (ubhekene) nabo, bona bayizitha ngakho-ke baqaphele sengathi uMvelinqangi angabaqalekisa (ababhubhise) bheka ukuthi bachezuka kanjani eqinisweni
وَإِذَا قِيلَ لَهُمْ تَعَالَوْا يَسْتَغْفِرْ لَكُمْ رَسُولُ اللَّهِ لَوَّوْا رُءُوسَهُمْ وَرَأَيْتَهُمْ يَصُدُّونَ وَهُم مُّسْتَكْبِرُونَ (5)
Futhi uma kuthiwa kubona, “wozani isithunywa sikaMvelinqangi sizonicelela intethelelo” baphendukisa amakhanda abo futhi ubabona bevimbela (abanye) futhi bona bayaziqhenya
سَوَاءٌ عَلَيْهِمْ أَسْتَغْفَرْتَ لَهُمْ أَمْ لَمْ تَسْتَغْفِرْ لَهُمْ لَن يَغْفِرَ اللَّهُ لَهُمْ ۚ إِنَّ اللَّهَ لَا يَهْدِي الْقَوْمَ الْفَاسِقِينَ (6)
Kuyefana kubona noma ubacelela intethelelo noma awubaceleli intethelo, akasoze abathethelele uMvelinqangi, ngempela uMvelinqangi akabaholi abantu abephula umthetho (abayizoni)
هُمُ الَّذِينَ يَقُولُونَ لَا تُنفِقُوا عَلَىٰ مَنْ عِندَ رَسُولِ اللَّهِ حَتَّىٰ يَنفَضُّوا ۗ وَلِلَّهِ خَزَائِنُ السَّمَاوَاتِ وَالْأَرْضِ وَلَٰكِنَّ الْمُنَافِقِينَ لَا يَفْقَهُونَ (7)
Bona bayilabo abathi, “ningachithi (ningasebenzisi lutho) kulabo abakanye nesithunywa sikaMvelinqangi kuze kube bayahlakazeka futhi angawaMvelinqangi amagugu (umnotho) wamazulu nomhlaba kepha abazenzisi abaqondi”
يَقُولُونَ لَئِن رَّجَعْنَا إِلَى الْمَدِينَةِ لَيُخْرِجَنَّ الْأَعَزُّ مِنْهَا الْأَذَلَّ ۚ وَلِلَّهِ الْعِزَّةُ وَلِرَسُولِهِ وَلِلْمُؤْمِنِينَ وَلَٰكِنَّ الْمُنَافِقِينَ لَا يَعْلَمُونَ (8)
Bathi, “uma siphindela eMadina ngempela abahlonipheke kakhulu (abanamandla) bazobagxosha kuyona abazithobile futhi kungokukaMvelinqangi ukuhlonipheka nesithunywa sakhe kanye nabakholwayo kepha abazenzisi abazi”
يَا أَيُّهَا الَّذِينَ آمَنُوا لَا تُلْهِكُمْ أَمْوَالُكُمْ وَلَا أَوْلَادُكُمْ عَن ذِكْرِ اللَّهِ ۚ وَمَن يَفْعَلْ ذَٰلِكَ فَأُولَٰئِكَ هُمُ الْخَاسِرُونَ (9)
Oh Nina enikholwayo! Ayinganichezukisi ingcebo (umnotho) wenu nezingane zenu enkumbulweni kaMvelinqangi futhi noma ngabe ngubani owenza lokho ngakho-ke labo, bona bangabalahlekelweyo
وَأَنفِقُوا مِن مَّا رَزَقْنَاكُم مِّن قَبْلِ أَن يَأْتِيَ أَحَدَكُمُ الْمَوْتُ فَيَقُولَ رَبِّ لَوْلَا أَخَّرْتَنِي إِلَىٰ أَجَلٍ قَرِيبٍ فَأَصَّدَّقَ وَأَكُن مِّنَ الصَّالِحِينَ (10)
Futhi sebenzisani kulokho esanabela kona ngaphambili kokuba ukufa kufike koyedwa wenu bese ethi, “Nkosi yami kungani ungangiphumuzi okwesikhashana ukuze nginikele futhi ngibe ngomunye wabalungileyo
وَلَن يُؤَخِّرَ اللَّهُ نَفْسًا إِذَا جَاءَ أَجَلُهَا ۚ وَاللَّهُ خَبِيرٌ بِمَا تَعْمَلُونَ (11)
Futhi akasoze uMvelinqangi awunike ithuba umphefumulo uma sekufike isikhathi sawo, futhi uMvelinqangi uyakwazi lokho enikwenzayo
❮ Previous Next ❯

Surahs from Quran :

1- Fatiha2- Baqarah
3- Al Imran4- Nisa
5- Maidah6- Anam
7- Araf8- Anfal
9- Tawbah10- Yunus
11- Hud12- Yusuf
13- Raad14- Ibrahim
15- Hijr16- Nahl
17- Al Isra18- Kahf
19- Maryam20- TaHa
21- Anbiya22- Hajj
23- Muminun24- An Nur
25- Furqan26- Shuara
27- Naml28- Qasas
29- Ankabut30- Rum
31- Luqman32- Sajdah
33- Ahzab34- Saba
35- Fatir36- Yasin
37- Assaaffat38- Sad
39- Zumar40- Ghafir
41- Fussilat42- shura
43- Zukhruf44- Ad Dukhaan
45- Jathiyah46- Ahqaf
47- Muhammad48- Al Fath
49- Hujurat50- Qaf
51- zariyat52- Tur
53- Najm54- Al Qamar
55- Rahman56- Waqiah
57- Hadid58- Mujadilah
59- Al Hashr60- Mumtahina
61- Saff62- Jumuah
63- Munafiqun64- Taghabun
65- Talaq66- Tahrim
67- Mulk68- Qalam
69- Al-Haqqah70- Maarij
71- Nuh72- Jinn
73- Muzammil74- Muddathir
75- Qiyamah76- Insan
77- Mursalat78- An Naba
79- Naziat80- Abasa
81- Takwir82- Infitar
83- Mutaffifin84- Inshiqaq
85- Buruj86- Tariq
87- Al Ala88- Ghashiya
89- Fajr90- Al Balad
91- Shams92- Lail
93- Duha94- Sharh
95- Tin96- Al Alaq
97- Qadr98- Bayyinah
99- Zalzalah100- Adiyat
101- Qariah102- Takathur
103- Al Asr104- Humazah
105- Al Fil106- Quraysh
107- Maun108- Kawthar
109- Kafirun110- Nasr
111- Masad112- Ikhlas
113- Falaq114- An Nas