×

Surah Al-Mursalat in Zulu

Quran Zulu ⮕ Surah Mursalat

Translation of the Meanings of Surah Mursalat in Zulu - الزولو

The Quran in Zulu - Surah Mursalat translated into Zulu, Surah Al-Mursalat in Zulu. We provide accurate translation of Surah Mursalat in Zulu - الزولو, Verses 50 - Surah Number 77 - Page 580.

بسم الله الرحمن الرحيم

وَالْمُرْسَلَاتِ عُرْفًا (1)
Ngifunga ngokuthunyelwe ngokudedelana
فَالْعَاصِفَاتِ عَصْفًا (2)
Ngifunga nangemimoya evunguza ngodlame
وَالنَّاشِرَاتِ نَشْرًا (3)
Ngifunga kanye nemimoya esakazayo
فَالْفَارِقَاتِ فَرْقًا (4)
Ngifunga nangomoya osakazayo
فَالْمُلْقِيَاتِ ذِكْرًا (5)
Ngifunga nangemimoya ekhumbuzayo
عُذْرًا أَوْ نُذْرًا (6)
Izaba noma ukuxwayisa
إِنَّمَا تُوعَدُونَ لَوَاقِعٌ (7)
Ngempela lokho enethenjiswa kona kuzokwenzeka
فَإِذَا النُّجُومُ طُمِسَتْ (8)
Khumbula lapho izinkanyezi zifiphaliswa (ukukhanya kwazo)
وَإِذَا السَّمَاءُ فُرِجَتْ (9)
Futhi khumbula ngenkathi izulu lidatshulwa phakathi
وَإِذَا الْجِبَالُ نُسِفَتْ (10)
Futhi khumbula ngenkathi izintaba zisuswa
وَإِذَا الرُّسُلُ أُقِّتَتْ (11)
Khumbula nangenkathi izithunywa ziqoqwa ngesikhathi (esibekiwe)
لِأَيِّ يَوْمٍ أُجِّلَتْ (12)
Kuhlehliselwe luphi usuku
لِيَوْمِ الْفَصْلِ (13)
Usuku lokwahlulela
وَمَا أَدْرَاكَ مَا يَوْمُ الْفَصْلِ (14)
Futhi yini ekwenza ukuthi wazi ukuthi luyini usuku lokwahlulela
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (15)
Usizi ngalolosuku kwabaphika (iqiniso)
أَلَمْ نُهْلِكِ الْأَوَّلِينَ (16)
Asizange yini sibabhubhise abasendulo
ثُمَّ نُتْبِعُهُمُ الْآخِرِينَ (17)
Bese sibalandelanise ngabokugcina
كَذَٰلِكَ نَفْعَلُ بِالْمُجْرِمِينَ (18)
Senza kanjalo ngezigebengu (labo abanecala)
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (19)
Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
أَلَمْ نَخْلُقكُّم مِّن مَّاءٍ مَّهِينٍ (20)
Asizange yini sinidale ngamanzi anyanyekayo
فَجَعَلْنَاهُ فِي قَرَارٍ مَّكِينٍ (21)
Ngakho-ke sawabeka endaweni ephephile
إِلَىٰ قَدَرٍ مَّعْلُومٍ (22)
Kuze kube yisikhathi esaziwayo
فَقَدَرْنَا فَنِعْمَ الْقَادِرُونَ (23)
Ngakho-ke sanquma futhi singabanqumi abahle kakhulu
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (24)
Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
أَلَمْ نَجْعَلِ الْأَرْضَ كِفَاتًا (25)
Asizange yini siwenze umhlaba ukuthi ube wumbuthela (kuwo na)
أَحْيَاءً وَأَمْوَاتًا (26)
Okuphilayo nokufileyo
وَجَعَلْنَا فِيهَا رَوَاسِيَ شَامِخَاتٍ وَأَسْقَيْنَاكُم مَّاءً فُرَاتًا (27)
Futhi sabeka kuwona izintaba eziphakeme futhi saniphuzisa amanzi amtoti
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (28)
Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
انطَلِقُوا إِلَىٰ مَا كُنتُم بِهِ تُكَذِّبُونَ (29)
Hambani niye kulokho enanikuphika
انطَلِقُوا إِلَىٰ ظِلٍّ ذِي ثَلَاثِ شُعَبٍ (30)
Hambani niye ethunzini elinezigaba ezintathu
لَّا ظَلِيلٍ وَلَا يُغْنِي مِنَ اللَّهَبِ (31)
Alikho ithunzi (alisithi ithunzi) futhi alisizi ekubhekaneni nelangabi (lomlilo)
إِنَّهَا تَرْمِي بِشَرَرٍ كَالْقَصْرِ (32)
Ngempela lona likhipha izinhlansi (ezinkulu) njengendlu enkulu eyinqaba
كَأَنَّهُ جِمَالَتٌ صُفْرٌ (33)
Okusengathi ngamakameli aphuzi
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (34)
Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
هَٰذَا يَوْمُ لَا يَنطِقُونَ (35)
Lolu wusuku abayobe bengakhulumi ngalo
وَلَا يُؤْذَنُ لَهُمْ فَيَعْتَذِرُونَ (36)
Futhi angeke banikezwe imvume yokuthi benze izaba
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (37)
Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
هَٰذَا يَوْمُ الْفَصْلِ ۖ جَمَعْنَاكُمْ وَالْأَوَّلِينَ (38)
Lolu wusuku lokwahlulela, siniqoqile kanye nabasendulu
فَإِن كَانَ لَكُمْ كَيْدٌ فَكِيدُونِ (39)
Ngakho-ke uma ninecebo lenzeni ukubhekana nami
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (40)
Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
إِنَّ الْمُتَّقِينَ فِي ظِلَالٍ وَعُيُونٍ (41)
Ngempela abesabayo (abalungileyo) basemithunzini nasemithonjeni
وَفَوَاكِهَ مِمَّا يَشْتَهُونَ (42)
Nasezithelweni kulezo abazifisayo
كُلُوا وَاشْرَبُوا هَنِيئًا بِمَا كُنتُمْ تَعْمَلُونَ (43)
Yidlani futhi niphuze (ngokuzanelisa) nangentokozo ngenxa yalokho enanikwenza
إِنَّا كَذَٰلِكَ نَجْزِي الْمُحْسِنِينَ (44)
Ngempela, kanjalo sibanika umvuzo abenzi bokuhle
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (45)
Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
كُلُوا وَتَمَتَّعُوا قَلِيلًا إِنَّكُم مُّجْرِمُونَ (46)
Yidlani nizithokozise okwesikhashana ngempela nina niyizigebengu
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (47)
Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
وَإِذَا قِيلَ لَهُمُ ارْكَعُوا لَا يَرْكَعُونَ (48)
Futhi uma kuthiwa kubona, “khothamani” abakhothami
وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (49)
Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
فَبِأَيِّ حَدِيثٍ بَعْدَهُ يُؤْمِنُونَ (50)
Ngakho-ke iyiphi inkulumo abayoyikholwa emva kwayo
❮ Previous Next ❯

Surahs from Quran :

1- Fatiha2- Baqarah
3- Al Imran4- Nisa
5- Maidah6- Anam
7- Araf8- Anfal
9- Tawbah10- Yunus
11- Hud12- Yusuf
13- Raad14- Ibrahim
15- Hijr16- Nahl
17- Al Isra18- Kahf
19- Maryam20- TaHa
21- Anbiya22- Hajj
23- Muminun24- An Nur
25- Furqan26- Shuara
27- Naml28- Qasas
29- Ankabut30- Rum
31- Luqman32- Sajdah
33- Ahzab34- Saba
35- Fatir36- Yasin
37- Assaaffat38- Sad
39- Zumar40- Ghafir
41- Fussilat42- shura
43- Zukhruf44- Ad Dukhaan
45- Jathiyah46- Ahqaf
47- Muhammad48- Al Fath
49- Hujurat50- Qaf
51- zariyat52- Tur
53- Najm54- Al Qamar
55- Rahman56- Waqiah
57- Hadid58- Mujadilah
59- Al Hashr60- Mumtahina
61- Saff62- Jumuah
63- Munafiqun64- Taghabun
65- Talaq66- Tahrim
67- Mulk68- Qalam
69- Al-Haqqah70- Maarij
71- Nuh72- Jinn
73- Muzammil74- Muddathir
75- Qiyamah76- Insan
77- Mursalat78- An Naba
79- Naziat80- Abasa
81- Takwir82- Infitar
83- Mutaffifin84- Inshiqaq
85- Buruj86- Tariq
87- Al Ala88- Ghashiya
89- Fajr90- Al Balad
91- Shams92- Lail
93- Duha94- Sharh
95- Tin96- Al Alaq
97- Qadr98- Bayyinah
99- Zalzalah100- Adiyat
101- Qariah102- Takathur
103- Al Asr104- Humazah
105- Al Fil106- Quraysh
107- Maun108- Kawthar
109- Kafirun110- Nasr
111- Masad112- Ikhlas
113- Falaq114- An Nas