| وَاللَّيْلِ إِذَا يَغْشَىٰ (1) Ngifunga ngobusuku uma bumboza (ngobumnyama)
 | 
| وَالنَّهَارِ إِذَا تَجَلَّىٰ (2) Futhi ngifunga ngemini uma ivela
 | 
| وَمَا خَلَقَ الذَّكَرَ وَالْأُنثَىٰ (3) Futhi ngifunga ngalowo owadala isilisa nesifazane
 | 
| إِنَّ سَعْيَكُمْ لَشَتَّىٰ (4) Ngempela ukuzabalaza kwenu kwehlukahlukene
 | 
| فَأَمَّا مَنْ أَعْطَىٰ وَاتَّقَىٰ (5) Mayelana nalowo onikezayo futhi asabe (uMvelinqangi)
 | 
| وَصَدَّقَ بِالْحُسْنَىٰ (6) Futhi akholelwe kokuhle kakhulu
 | 
| فَسَنُيَسِّرُهُ لِلْيُسْرَىٰ (7) Manjalo siyomenzela lula indlela elula
 | 
| وَأَمَّا مَن بَخِلَ وَاسْتَغْنَىٰ (8) Futhi mayelana nalowo oncishanayo futhi ozibona ukuthi
 | 
| وَكَذَّبَ بِالْحُسْنَىٰ (9) Futhi uphika okuhle kakhulu
 | 
| فَسَنُيَسِّرُهُ لِلْعُسْرَىٰ (10) Manjalo siyomenzela lula indlela eya ebunzimeni
 | 
| وَمَا يُغْنِي عَنْهُ مَالُهُ إِذَا تَرَدَّىٰ (11) Futhi ayimsizi ingcebo yakhe uma esewa (efa)
 | 
| إِنَّ عَلَيْنَا لَلْهُدَىٰ (12) Ngempela kuphezulu kwethu ukuholwa
 | 
| وَإِنَّ لَنَا لَلْآخِرَةَ وَالْأُولَىٰ (13) Futhi ngempela ngeyethu impilo ezayo neyamanje
 | 
| فَأَنذَرْتُكُمْ نَارًا تَلَظَّىٰ (14) Ngakho-ke nganexwayisa ngomlilo ovuthayo
 | 
| لَا يَصْلَاهَا إِلَّا الْأَشْقَى (15) Akekho oyongena kuwona ngaphandle koyisoni kakhulu
 | 
| الَّذِي كَذَّبَ وَتَوَلَّىٰ (16) Lowo owaphika futhi wafulathela (endleleni eqondile)
 | 
| وَسَيُجَنَّبُهَا الْأَتْقَى (17) Futhi uyokuqhelelaniswa nabalungileyo
 | 
| الَّذِي يُؤْتِي مَالَهُ يَتَزَكَّىٰ (18) Lowo onikela ngengcebo yakhe ukuze azihlanze
 | 
| وَمَا لِأَحَدٍ عِندَهُ مِن نِّعْمَةٍ تُجْزَىٰ (19) Futhi akukho ngisho nakoyedwa kuyena emseni ukuze anikezwe wona
 | 
| إِلَّا ابْتِغَاءَ وَجْهِ رَبِّهِ الْأَعْلَىٰ (20) Ngaphandle kokufuna ubuso beNkosi yakhe, ephakeme kakhulu
 | 
| وَلَسَوْفَ يَرْضَىٰ (21) Futhi uzothokoza
 |