The Quran in Zulu - Surah Adiyat translated into Zulu, Surah Al-Adiyat in Zulu. We provide accurate translation of Surah Adiyat in Zulu - الزولو, Verses 11 - Surah Number 100 - Page 599.
وَالْعَادِيَاتِ ضَبْحًا (1) Ngifunga ngalokho okugijimayo (amahashi) okukhefuzelayo |
فَالْمُورِيَاتِ قَدْحًا (2) Okukhipha umlilo |
فَالْمُغِيرَاتِ صُبْحًا (3) Amahashi ahlasela ekuseni |
فَأَثَرْنَ بِهِ نَقْعًا (4) Futhi ngifunga ngamahashi avusa uthuli |
فَوَسَطْنَ بِهِ جَمْعًا (5) Kanye nokufika lapho maphakathi beyisixuku |
إِنَّ الْإِنسَانَ لِرَبِّهِ لَكَنُودٌ (6) Ngempela umuntu eNkosini yakhe akabongi |
وَإِنَّهُ عَلَىٰ ذَٰلِكَ لَشَهِيدٌ (7) Futhi ngempela yena kulokho ungufakazi |
وَإِنَّهُ لِحُبِّ الْخَيْرِ لَشَدِيدٌ (8) Futhi ngempela yena usothandweni kakhulu lengcebo |
۞ أَفَلَا يَعْلَمُ إِذَا بُعْثِرَ مَا فِي الْقُبُورِ (9) Ngakube akazi yini ukuthi ngenkathi kusakazwa lokho okusemangcwabeni |
وَحُصِّلَ مَا فِي الصُّدُورِ (10) Futhi kwenziwa kwaziwa lokho okusezifubeni |
إِنَّ رَبَّهُم بِهِمْ يَوْمَئِذٍ لَّخَبِيرٌ (11) Ngempela iNkosi yabo ngalolosuku (lokwahlulela) iyazi kabanzi ngabo |