القرآن باللغة الزولو - سورة العاديات مترجمة إلى اللغة الزولو، Surah Adiyat in Zulu. نوفر ترجمة دقيقة سورة العاديات باللغة الزولو - Zulu, الآيات 11 - رقم السورة 100 - الصفحة 599.

| وَالْعَادِيَاتِ ضَبْحًا (1) Ngifunga ngalokho okugijimayo (amahashi) okukhefuzelayo | 
| فَالْمُورِيَاتِ قَدْحًا (2) Okukhipha umlilo | 
| فَالْمُغِيرَاتِ صُبْحًا (3) Amahashi ahlasela ekuseni | 
| فَأَثَرْنَ بِهِ نَقْعًا (4) Futhi ngifunga ngamahashi avusa uthuli | 
| فَوَسَطْنَ بِهِ جَمْعًا (5) Kanye nokufika lapho maphakathi beyisixuku | 
| إِنَّ الْإِنسَانَ لِرَبِّهِ لَكَنُودٌ (6) Ngempela umuntu eNkosini yakhe akabongi | 
| وَإِنَّهُ عَلَىٰ ذَٰلِكَ لَشَهِيدٌ (7) Futhi ngempela yena kulokho ungufakazi | 
| وَإِنَّهُ لِحُبِّ الْخَيْرِ لَشَدِيدٌ (8) Futhi ngempela yena usothandweni kakhulu lengcebo | 
| ۞ أَفَلَا يَعْلَمُ إِذَا بُعْثِرَ مَا فِي الْقُبُورِ (9) Ngakube akazi yini ukuthi ngenkathi kusakazwa lokho okusemangcwabeni | 
| وَحُصِّلَ مَا فِي الصُّدُورِ (10) Futhi kwenziwa kwaziwa lokho okusezifubeni | 
| إِنَّ رَبَّهُم بِهِمْ يَوْمَئِذٍ لَّخَبِيرٌ (11) Ngempela iNkosi yabo ngalolosuku (lokwahlulela) iyazi kabanzi ngabo |