The Quran in Zulu - Surah Zalzalah translated into Zulu, Surah Az-Zalzalah in Zulu. We provide accurate translation of Surah Zalzalah in Zulu - الزولو, Verses 8 - Surah Number 99 - Page 599.

| إِذَا زُلْزِلَتِ الْأَرْضُ زِلْزَالَهَا (1) Khumbula ngenkathi uma umhlaba uyozama-zama ngokunyakaza kwawo |
| وَأَخْرَجَتِ الْأَرْضُ أَثْقَالَهَا (2) Futhi khumbula ngenkathi umhlaba ukhipha imithwalo yawo |
| وَقَالَ الْإِنسَانُ مَا لَهَا (3) Futhi khumbula umuntu uyothi, “kwenzekani ngawo” |
| يَوْمَئِذٍ تُحَدِّثُ أَخْبَارَهَا (4) Ngalolosuku uyokhuluma izindaba zawo |
| بِأَنَّ رَبَّكَ أَوْحَىٰ لَهَا (5) Ngokuthi iNkosi yakho iyowushisekelisa |
| يَوْمَئِذٍ يَصْدُرُ النَّاسُ أَشْتَاتًا لِّيُرَوْا أَعْمَالَهُمْ (6) Ngalolosuku abantu bayoza bengamaqembu ukuze bakhonjiswe izenzo zabo |
| فَمَن يَعْمَلْ مِثْقَالَ ذَرَّةٍ خَيْرًا يَرَهُ (7) Ngakho-ke noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokuhle uyokubona |
| وَمَن يَعْمَلْ مِثْقَالَ ذَرَّةٍ شَرًّا يَرَهُ (8) Futhi noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokubi uyokubona |