| وَيْلٌ لِّلْمُطَفِّفِينَ (1) Usizi kulabo abakhwabanisayo
 | 
| الَّذِينَ إِذَا اكْتَالُوا عَلَى النَّاسِ يَسْتَوْفُونَ (2) Labo okuthi uma bethatha isilinganiso kubantu, bathatha ngokugcwele
 | 
| وَإِذَا كَالُوهُمْ أَو وَّزَنُوهُمْ يُخْسِرُونَ (3) Futhi	uma	bebalinganisela	noma	bebakalela	banikeza okungaphansi (kwesisindo)
 | 
| أَلَا يَظُنُّ أُولَٰئِكَ أَنَّهُم مَّبْعُوثُونَ (4) Abacabangi yini ukuthi bona bayovuswa kwabafileyo
 | 
| لِيَوْمٍ عَظِيمٍ (5) (Bevuselwa) usuku olukhulu
 | 
| يَوْمَ يَقُومُ النَّاسُ لِرَبِّ الْعَالَمِينَ (6) Usuku lapho abantu beyokuma ngaphambili kweNkosi yemihlaba
 | 
| كَلَّا إِنَّ كِتَابَ الْفُجَّارِ لَفِي سِجِّينٍ (7) Lutho! Ngempela ukubhalwa phansi kwezenzo (zabonayo) kusejele (esimweni esinzima)
 | 
| وَمَا أَدْرَاكَ مَا سِجِّينٌ (8) Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini ijele (isimo esinzima)
 | 
| كِتَابٌ مَّرْقُومٌ (9) Incwadi ekubhalwa kuyona (izenzo zabantu) ibhaliwe
 | 
| وَيْلٌ يَوْمَئِذٍ لِّلْمُكَذِّبِينَ (10) Usizi ngalolosuku kwabaphikayo
 | 
| الَّذِينَ يُكَذِّبُونَ بِيَوْمِ الدِّينِ (11) Labo abaphika usuku lokwahlulelwa
 | 
| وَمَا يُكَذِّبُ بِهِ إِلَّا كُلُّ مُعْتَدٍ أَثِيمٍ (12) Futhi akekho oluphikayo ngaphandle kwawo wonke (umuntu) owephula umthetho oyisoni
 | 
| إِذَا تُتْلَىٰ عَلَيْهِ آيَاتُنَا قَالَ أَسَاطِيرُ الْأَوَّلِينَ (13) Uma	efundelwa	amavesi	ethu	uthi,	“yizinganekwane zabasendulo”
 | 
| كَلَّا ۖ بَلْ ۜ رَانَ عَلَىٰ قُلُوبِهِم مَّا كَانُوا يَكْسِبُونَ (14) Lutho! Kepha kunesembozo ezinhliziyweni zabo salokho ababekusebenzela
 | 
| كَلَّا إِنَّهُمْ عَن رَّبِّهِمْ يَوْمَئِذٍ لَّمَحْجُوبُونَ (15) Lutho! Ngempela bona ngalolosuku bayosithezwa (ekuboneni) iNkosi yabo
 | 
| ثُمَّ إِنَّهُمْ لَصَالُو الْجَحِيمِ (16) Bese ngempela bona bayongena emlilweni ovuthayo
 | 
| ثُمَّ يُقَالُ هَٰذَا الَّذِي كُنتُم بِهِ تُكَذِّبُونَ (17) Bese kuthiwa, “nakhu lokhu nina enanikuphika
 | 
| كَلَّا إِنَّ كِتَابَ الْأَبْرَارِ لَفِي عِلِّيِّينَ (18) Lutho! Ngempela umbhalo (umlando) wabalungile ugciniwe kwi-Illiyun
 | 
| وَمَا أَدْرَاكَ مَا عِلِّيُّونَ (19) Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini I-illiyun
 | 
| كِتَابٌ مَّرْقُومٌ (20) Incwadi elotshiwe
 | 
| يَشْهَدُهُ الْمُقَرَّبُونَ (21) Bayoyibona labo abasondele (kuMvelinqangi)
 | 
| إِنَّ الْأَبْرَارَ لَفِي نَعِيمٍ (22) Ngempela abalungile basenjabulweni
 | 
| عَلَى الْأَرَائِكِ يَنظُرُونَ (23) Babheke emibhedeni yokucambalala emihle
 | 
| تَعْرِفُ فِي وُجُوهِهِمْ نَضْرَةَ النَّعِيمِ (24) Uyazi (ngokuzibonela) ebusweni babo ukukhanya kwenjabulo
 | 
| يُسْقَوْنَ مِن رَّحِيقٍ مَّخْتُومٍ (25) Baphuziswa iwayini elimsulwa elisicilelwe
 | 
| خِتَامُهُ مِسْكٌ ۚ وَفِي ذَٰلِكَ فَلْيَتَنَافَسِ الْمُتَنَافِسُونَ (26) Isisicilelo	salo	amakha	futhi	kulokho	abancintisane abancintisani
 | 
| وَمِزَاجُهُ مِن تَسْنِيمٍ (27) Inhlanganisela yalo (iwayini) yiTasneem (yisipho sasezulwini esiseqophelweni eliphezulu)
 | 
| عَيْنًا يَشْرَبُ بِهَا الْمُقَرَّبُونَ (28) Umthombo	lapho	kuphuza	khona	abasondele (kuMvelinqangi)
 | 
| إِنَّ الَّذِينَ أَجْرَمُوا كَانُوا مِنَ الَّذِينَ آمَنُوا يَضْحَكُونَ (29) Ngempela	labo	ababejwayele	ukwenza	ubugebengu babejwayele ukuhleka labo abakholwayo
 | 
| وَإِذَا مَرُّوا بِهِمْ يَتَغَامَزُونَ (30) Futhi	kwakuthi	uma	(ababenza	ubugebengu)	bedlula ngakubona bacishelane amehlo
 | 
| وَإِذَا انقَلَبُوا إِلَىٰ أَهْلِهِمُ انقَلَبُوا فَكِهِينَ (31) Futhi uma bephindela kubantu babo baphindela benza amahlaya
 | 
| وَإِذَا رَأَوْهُمْ قَالُوا إِنَّ هَٰؤُلَاءِ لَضَالُّونَ (32) Futhi uma bebabona babethi, “ngempela laba badukile”
 | 
| وَمَا أُرْسِلُوا عَلَيْهِمْ حَافِظِينَ (33) Futhi babengathunyelwanga kubona ukuba ngabalondolozi babo
 | 
| فَالْيَوْمَ الَّذِينَ آمَنُوا مِنَ الْكُفَّارِ يَضْحَكُونَ (34) Ngakho-ke ngalolusuku labo abakholwayo bahleka labo abangakholwa
 | 
| عَلَى الْأَرَائِكِ يَنظُرُونَ (35) Emibhedeni yokucambalala emini bebhekile
 | 
| هَلْ ثُوِّبَ الْكُفَّارُ مَا كَانُوا يَفْعَلُونَ (36) Ngakube	banikezwa	umvuzo	abangakholwa	ngalokho ababekwenza
 |