×

Surah Al-Inshiqaq in Zulu

Quran Zulu ⮕ Surah Inshiqaq

Translation of the Meanings of Surah Inshiqaq in Zulu - الزولو

The Quran in Zulu - Surah Inshiqaq translated into Zulu, Surah Al-Inshiqaq in Zulu. We provide accurate translation of Surah Inshiqaq in Zulu - الزولو, Verses 25 - Surah Number 84 - Page 589.

بسم الله الرحمن الرحيم

إِذَا السَّمَاءُ انشَقَّتْ (1)
Khumbula lapho izulu liyohlakazeka khona
وَأَذِنَتْ لِرَبِّهَا وَحُقَّتْ (2)
Futhi khumbula lilalela iNkosi yalo futhi kufanele likwenze lokho
وَإِذَا الْأَرْضُ مُدَّتْ (3)
Futhi khumbula nangenkathi umhlaba unwetshwa
وَأَلْقَتْ مَا فِيهَا وَتَخَلَّتْ (4)
Futhi khumbula (umhlaba) ukhipha konke okuphakathi kuwona usale ungenalutho
وَأَذِنَتْ لِرَبِّهَا وَحُقَّتْ (5)
Futhi ulalela iNkosi yawo futhi kufanele ukwenze lokho
يَا أَيُّهَا الْإِنسَانُ إِنَّكَ كَادِحٌ إِلَىٰ رَبِّكَ كَدْحًا فَمُلَاقِيهِ (6)
Oh muntu! Ngempela wena usebenzele iNkosi yakho ukusebenza okuphelele ekugcineni uzohlangana nayo
فَأَمَّا مَنْ أُوتِيَ كِتَابَهُ بِيَمِينِهِ (7)
Mayelana nalowo onikezwa incwadi yakhe (yezenzo zakhe) esandleni sakhe sokunene
فَسَوْفَ يُحَاسَبُ حِسَابًا يَسِيرًا (8)
Manjalo uyokwahlulela ngokwahlulela okulula
وَيَنقَلِبُ إِلَىٰ أَهْلِهِ مَسْرُورًا (9)
Futhi aphindele kubantu bakhe ejabulile
وَأَمَّا مَنْ أُوتِيَ كِتَابَهُ وَرَاءَ ظَهْرِهِ (10)
Kepha lowo onikezwe incwadi yakhe (yezenzo zakhe) ngemumva komhlane wakhe
فَسَوْفَ يَدْعُو ثُبُورًا (11)
Manjalo uyobe ezifunela ukubhujiswa
وَيَصْلَىٰ سَعِيرًا (12)
Futhi angene emlilweni ovuthayo
إِنَّهُ كَانَ فِي أَهْلِهِ مَسْرُورًا (13)
Ngempela yena wayephakathi kwabantu bakhe (bakubo) ejabulile
إِنَّهُ ظَنَّ أَن لَّن يَحُورَ (14)
Ngempela yena wayecabanga ukuthi angeke aphindele (kuMvelinqangi)
بَلَىٰ إِنَّ رَبَّهُ كَانَ بِهِ بَصِيرًا (15)
Yebo! Ngempela iNkosi yakhe ngasosonke isikhathi yayimbona
فَلَا أُقْسِمُ بِالشَّفَقِ (16)
Kepha lutho! Ngifunga ngobubomvu bokushona kwelanga
وَاللَّيْلِ وَمَا وَسَقَ (17)
Futhi ngifunga nangobusuku kanye nalokho okwenza ukuthi kubemnyama
وَالْقَمَرِ إِذَا اتَّسَقَ (18)
Futhi ngifunga nangenyanga ngenkathi igcwala
لَتَرْكَبُنَّ طَبَقًا عَن طَبَقٍ (19)
Ngempela niyodlula izigaba ngezigaba
فَمَا لَهُمْ لَا يُؤْمِنُونَ (20)
Ngakho-ke kwenzenjani ngabo ukuthi bangakholwa na
وَإِذَا قُرِئَ عَلَيْهِمُ الْقُرْآنُ لَا يَسْجُدُونَ ۩ (21)
Futhi uma befundelwa iQur’an abajabalali (abakhothami kuMvelinqangi)
بَلِ الَّذِينَ كَفَرُوا يُكَذِّبُونَ (22)
Kepha labo abangakholwanga bayaphika
وَاللَّهُ أَعْلَمُ بِمَا يُوعُونَ (23)
Futhi uMvelinqangi wazi kakhulu ngalokho abakugcina ngaphakathi kubona
فَبَشِّرْهُم بِعَذَابٍ أَلِيمٍ (24)
Ngakho-ke batshele ngesijeziso esibuhlungu
إِلَّا الَّذِينَ آمَنُوا وَعَمِلُوا الصَّالِحَاتِ لَهُمْ أَجْرٌ غَيْرُ مَمْنُونٍ (25)
Ngaphandle kwalabo abakholwayo futhi abenza izenzo ezilungileyo okwabo ngumvuzo ongasoze wanqamuka
❮ Previous Next ❯

Surahs from Quran :

1- Fatiha2- Baqarah
3- Al Imran4- Nisa
5- Maidah6- Anam
7- Araf8- Anfal
9- Tawbah10- Yunus
11- Hud12- Yusuf
13- Raad14- Ibrahim
15- Hijr16- Nahl
17- Al Isra18- Kahf
19- Maryam20- TaHa
21- Anbiya22- Hajj
23- Muminun24- An Nur
25- Furqan26- Shuara
27- Naml28- Qasas
29- Ankabut30- Rum
31- Luqman32- Sajdah
33- Ahzab34- Saba
35- Fatir36- Yasin
37- Assaaffat38- Sad
39- Zumar40- Ghafir
41- Fussilat42- shura
43- Zukhruf44- Ad Dukhaan
45- Jathiyah46- Ahqaf
47- Muhammad48- Al Fath
49- Hujurat50- Qaf
51- zariyat52- Tur
53- Najm54- Al Qamar
55- Rahman56- Waqiah
57- Hadid58- Mujadilah
59- Al Hashr60- Mumtahina
61- Saff62- Jumuah
63- Munafiqun64- Taghabun
65- Talaq66- Tahrim
67- Mulk68- Qalam
69- Al-Haqqah70- Maarij
71- Nuh72- Jinn
73- Muzammil74- Muddathir
75- Qiyamah76- Insan
77- Mursalat78- An Naba
79- Naziat80- Abasa
81- Takwir82- Infitar
83- Mutaffifin84- Inshiqaq
85- Buruj86- Tariq
87- Al Ala88- Ghashiya
89- Fajr90- Al Balad
91- Shams92- Lail
93- Duha94- Sharh
95- Tin96- Al Alaq
97- Qadr98- Bayyinah
99- Zalzalah100- Adiyat
101- Qariah102- Takathur
103- Al Asr104- Humazah
105- Al Fil106- Quraysh
107- Maun108- Kawthar
109- Kafirun110- Nasr
111- Masad112- Ikhlas
113- Falaq114- An Nas