القرآن باللغة الزولو - سورة الزلزلة مترجمة إلى اللغة الزولو، Surah Zalzalah in Zulu. نوفر ترجمة دقيقة سورة الزلزلة باللغة الزولو - Zulu, الآيات 8 - رقم السورة 99 - الصفحة 599.
إِذَا زُلْزِلَتِ الْأَرْضُ زِلْزَالَهَا (1) Khumbula ngenkathi uma umhlaba uyozama-zama ngokunyakaza kwawo |
وَأَخْرَجَتِ الْأَرْضُ أَثْقَالَهَا (2) Futhi khumbula ngenkathi umhlaba ukhipha imithwalo yawo |
وَقَالَ الْإِنسَانُ مَا لَهَا (3) Futhi khumbula umuntu uyothi, “kwenzekani ngawo” |
يَوْمَئِذٍ تُحَدِّثُ أَخْبَارَهَا (4) Ngalolosuku uyokhuluma izindaba zawo |
بِأَنَّ رَبَّكَ أَوْحَىٰ لَهَا (5) Ngokuthi iNkosi yakho iyowushisekelisa |
يَوْمَئِذٍ يَصْدُرُ النَّاسُ أَشْتَاتًا لِّيُرَوْا أَعْمَالَهُمْ (6) Ngalolosuku abantu bayoza bengamaqembu ukuze bakhonjiswe izenzo zabo |
فَمَن يَعْمَلْ مِثْقَالَ ذَرَّةٍ خَيْرًا يَرَهُ (7) Ngakho-ke noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokuhle uyokubona |
وَمَن يَعْمَلْ مِثْقَالَ ذَرَّةٍ شَرًّا يَرَهُ (8) Futhi noma ngabe ngubani owenza okungangesisindo esincane sokubi uyokubona |