×

Surah Al-Fajr in Zulu

Quran Zulu ⮕ Surah Fajr

Translation of the Meanings of Surah Fajr in Zulu - الزولو

The Quran in Zulu - Surah Fajr translated into Zulu, Surah Al-Fajr in Zulu. We provide accurate translation of Surah Fajr in Zulu - الزولو, Verses 30 - Surah Number 89 - Page 593.

بسم الله الرحمن الرحيم

وَالْفَجْرِ (1)
Ngifunga ngokusa
وَلَيَالٍ عَشْرٍ (2)
Futhi ngifunga nangobusuku obuyishumi
وَالشَّفْعِ وَالْوَتْرِ (3)
Futhi ngifunga nangokulingene nokukodwa (okungalingani)
وَاللَّيْلِ إِذَا يَسْرِ (4)
Futhi ngifunga nangobusuku ngenkathi buhamba
هَلْ فِي ذَٰلِكَ قَسَمٌ لِّذِي حِجْرٍ (5)
Ngakube kulokho kunesifundo kulowo oqondayo
أَلَمْ تَرَ كَيْفَ فَعَلَ رَبُّكَ بِعَادٍ (6)
Awuzange yini ubone ukuthi yenza kanjani iNkosi yakho ku- Ad
إِرَمَ ذَاتِ الْعِمَادِ (7)
I – iram enezinsika (eziqatha eziphakeme)
الَّتِي لَمْ يُخْلَقْ مِثْلُهَا فِي الْبِلَادِ (8)
Okuyiyona okungekho okwakhiwe njengayo ezweni
وَثَمُودَ الَّذِينَ جَابُوا الصَّخْرَ بِالْوَادِ (9)
Kanye noThamud okunguyena owagumba idwala esigodini
وَفِرْعَوْنَ ذِي الْأَوْتَادِ (10)
NoFaro umnikazi wezigxobo
الَّذِينَ طَغَوْا فِي الْبِلَادِ (11)
Labo abangazange bahloniphe ezweni
فَأَكْثَرُوا فِيهَا الْفَسَادَ (12)
(uFaro nabantu bakhe) benza okuningi ukukhwabanisa kulona (izwe)
فَصَبَّ عَلَيْهِمْ رَبُّكَ سَوْطَ عَذَابٍ (13)
Ngakho-ke iNkosi yakho yathela phezulu kwabo isijeziso
إِنَّ رَبَّكَ لَبِالْمِرْصَادِ (14)
Ngempela iNkosi yakho ingeqaphile
فَأَمَّا الْإِنسَانُ إِذَا مَا ابْتَلَاهُ رَبُّهُ فَأَكْرَمَهُ وَنَعَّمَهُ فَيَقُولُ رَبِّي أَكْرَمَنِ (15)
Mayelana nomuntu uma imlinga iNkosi yakhe bese imnika ukuhlonipheka bese imupha (umusa nokunye) bese ethi, “iNkosi yami iyangithanda”
وَأَمَّا إِذَا مَا ابْتَلَاهُ فَقَدَرَ عَلَيْهِ رِزْقَهُ فَيَقُولُ رَبِّي أَهَانَنِ (16)
Kepha uma (iNkosi yakhe) imlinga ngokumncisha (noma imnciphisele) isabelo sakhe bese ethi, “iNkosi yami ingidumazile”
كَلَّا ۖ بَل لَّا تُكْرِمُونَ الْيَتِيمَ (17)
Lutho! Kepha aniyihloniphi intandane
وَلَا تَحَاضُّونَ عَلَىٰ طَعَامِ الْمِسْكِينِ (18)
Futhi anibancengi abantu ukuthi bondle abampofu
وَتَأْكُلُونَ التُّرَاثَ أَكْلًا لَّمًّا (19)
Futhi nidla ifa ngokudla komona
وَتُحِبُّونَ الْمَالَ حُبًّا جَمًّا (20)
Futhi nithanda ingcebo ngothando olukhulu
كَلَّا إِذَا دُكَّتِ الْأَرْضُ دَكًّا دَكًّا (21)
Lutho! Futhi khumbula ngenkathi umhlaba ubuthuzeka wendlaleka ubayizicucu
وَجَاءَ رَبُّكَ وَالْمَلَكُ صَفًّا صَفًّا (22)
Futhi khumbula ngenkathi iNkosi yakho iza kanye nezingelosi zingolayini (ngezigaba zazo)
وَجِيءَ يَوْمَئِذٍ بِجَهَنَّمَ ۚ يَوْمَئِذٍ يَتَذَكَّرُ الْإِنسَانُ وَأَنَّىٰ لَهُ الذِّكْرَىٰ (23)
Futhi isihogo ngalolosuku siyokwenziwa ukuthi sibeseduzane, ngalolosuku umuntu uyokhumbula, futhi ukukhumbula kwakhe kuyomsiza ngani na
يَقُولُ يَا لَيْتَنِي قَدَّمْتُ لِحَيَاتِي (24)
Uyothi, “Oh ukuba nje ngangithumele ngaphambili (okuhle) kwempilo yami
فَيَوْمَئِذٍ لَّا يُعَذِّبُ عَذَابَهُ أَحَدٌ (25)
Ngakho-ke ngalolosuku akekho ongajezisa ngendlela (uMvelinqangi) azojezisa ngayo
وَلَا يُوثِقُ وَثَاقَهُ أَحَدٌ (26)
Futhi akekho ongabopha ngendlela ayobopha ngayo
يَا أَيَّتُهَا النَّفْسُ الْمُطْمَئِنَّةُ (27)
Oh mphefumulo onokuthula
ارْجِعِي إِلَىٰ رَبِّكِ رَاضِيَةً مَّرْضِيَّةً (28)
Phindela eNkosini yakho uthokozile uthokozisa
فَادْخُلِي فِي عِبَادِي (29)
Ngakho-ke ngena phakathi kwezinceku zami
وَادْخُلِي جَنَّتِي (30)
Futhi ungene (esivandeni) ezulwini lami
❮ Previous Next ❯

Surahs from Quran :

1- Fatiha2- Baqarah
3- Al Imran4- Nisa
5- Maidah6- Anam
7- Araf8- Anfal
9- Tawbah10- Yunus
11- Hud12- Yusuf
13- Raad14- Ibrahim
15- Hijr16- Nahl
17- Al Isra18- Kahf
19- Maryam20- TaHa
21- Anbiya22- Hajj
23- Muminun24- An Nur
25- Furqan26- Shuara
27- Naml28- Qasas
29- Ankabut30- Rum
31- Luqman32- Sajdah
33- Ahzab34- Saba
35- Fatir36- Yasin
37- Assaaffat38- Sad
39- Zumar40- Ghafir
41- Fussilat42- shura
43- Zukhruf44- Ad Dukhaan
45- Jathiyah46- Ahqaf
47- Muhammad48- Al Fath
49- Hujurat50- Qaf
51- zariyat52- Tur
53- Najm54- Al Qamar
55- Rahman56- Waqiah
57- Hadid58- Mujadilah
59- Al Hashr60- Mumtahina
61- Saff62- Jumuah
63- Munafiqun64- Taghabun
65- Talaq66- Tahrim
67- Mulk68- Qalam
69- Al-Haqqah70- Maarij
71- Nuh72- Jinn
73- Muzammil74- Muddathir
75- Qiyamah76- Insan
77- Mursalat78- An Naba
79- Naziat80- Abasa
81- Takwir82- Infitar
83- Mutaffifin84- Inshiqaq
85- Buruj86- Tariq
87- Al Ala88- Ghashiya
89- Fajr90- Al Balad
91- Shams92- Lail
93- Duha94- Sharh
95- Tin96- Al Alaq
97- Qadr98- Bayyinah
99- Zalzalah100- Adiyat
101- Qariah102- Takathur
103- Al Asr104- Humazah
105- Al Fil106- Quraysh
107- Maun108- Kawthar
109- Kafirun110- Nasr
111- Masad112- Ikhlas
113- Falaq114- An Nas