﴿يَٰٓأَيُّهَا ٱلنَّاسُ إِن كُنتُمۡ فِي رَيۡبٖ مِّنَ ٱلۡبَعۡثِ فَإِنَّا خَلَقۡنَٰكُم مِّن تُرَابٖ ثُمَّ مِن نُّطۡفَةٖ ثُمَّ مِنۡ عَلَقَةٖ ثُمَّ مِن مُّضۡغَةٖ مُّخَلَّقَةٖ وَغَيۡرِ مُخَلَّقَةٖ لِّنُبَيِّنَ لَكُمۡۚ وَنُقِرُّ فِي ٱلۡأَرۡحَامِ مَا نَشَآءُ إِلَىٰٓ أَجَلٖ مُّسَمّٗى ثُمَّ نُخۡرِجُكُمۡ طِفۡلٗا ثُمَّ لِتَبۡلُغُوٓاْ أَشُدَّكُمۡۖ وَمِنكُم مَّن يُتَوَفَّىٰ وَمِنكُم مَّن يُرَدُّ إِلَىٰٓ أَرۡذَلِ ٱلۡعُمُرِ لِكَيۡلَا يَعۡلَمَ مِنۢ بَعۡدِ عِلۡمٖ شَيۡـٔٗاۚ وَتَرَى ٱلۡأَرۡضَ هَامِدَةٗ فَإِذَآ أَنزَلۡنَا عَلَيۡهَا ٱلۡمَآءَ ٱهۡتَزَّتۡ وَرَبَتۡ وَأَنۢبَتَتۡ مِن كُلِّ زَوۡجِۭ بَهِيجٖ ﴾
[الحج: 5]
Oh Bantu! uma nisekungabazeni ngokuvuka kwabafileyo ngakho-ke ngempela thina sanidala ngothuli kwase kuba ukuhlangana koketshezi lowesilisa nelowesifazane kwasekuba ingehlule kwasekuba ingesigaxa senyama eyakhekile kanye nengakhekile ukuze sinenzele kucace futhi senza ukuthi lokho esikuthandayo kuhlale ezizalweni kuze kube yisikhathi esinqunyiwe bese sinikhipha niyizingane ukuze nifinyelele esigabeni senu sobudala futhi phakathi kwenu kunabanye abenziwa ukuthi bafe (besebancane) futhi phakathi kwenu kunalabo abaphindiselwa ezingene lokukhula elikhulu kakhulu ukuze angazi emva kokuba wayenolwazi oluthize futhi ubone umhlaba ungugwadule kepha uma sehlisela phansi kuwona amanzi (imvula) uyavuka ubuyele empilweni futhi ukhukhumale bese uveza zonke izinhlobo ezithandekayo (zokumilayo okungutshani nezihlahla)
ترجمة: ياأيها الناس إن كنتم في ريب من البعث فإنا خلقناكم من تراب, باللغة الزولو
﴿ياأيها الناس إن كنتم في ريب من البعث فإنا خلقناكم من تراب﴾ [الحج: 5]