﴿وَٱخۡتَارَ مُوسَىٰ قَوۡمَهُۥ سَبۡعِينَ رَجُلٗا لِّمِيقَٰتِنَاۖ فَلَمَّآ أَخَذَتۡهُمُ ٱلرَّجۡفَةُ قَالَ رَبِّ لَوۡ شِئۡتَ أَهۡلَكۡتَهُم مِّن قَبۡلُ وَإِيَّٰيَۖ أَتُهۡلِكُنَا بِمَا فَعَلَ ٱلسُّفَهَآءُ مِنَّآۖ إِنۡ هِيَ إِلَّا فِتۡنَتُكَ تُضِلُّ بِهَا مَن تَشَآءُ وَتَهۡدِي مَن تَشَآءُۖ أَنتَ وَلِيُّنَا فَٱغۡفِرۡ لَنَا وَٱرۡحَمۡنَاۖ وَأَنتَ خَيۡرُ ٱلۡغَٰفِرِينَ ﴾
[الأعرَاف: 155]
UMose wakhetha ebantwini bakhe amadoda angamashumi ayisikhombisa ewakhethela isikhathi sethu esinqunyiweyo ngakho-ke kwathi lapho bethathwa ukuzamazama komhlaba wathi “Oh Nkosi yami! Ukube wawuthanda wawuzobabhubhisa ngaphambilini kanye nami, ngakube uzosibhubhisa ngenxa yalokho okwenziwa yiziwula phakathi kwethu na? Akuyilutho ngaphandle kokuthi kungukulinga kwakho, udukisa ngakho lowo omthandayo futhi uhola lowo omthandayo, wena ungumvikeli wethu ngakho-ke sithethelele futhi ubenomusa kuthina futhi wena ungongcono kunabanye abathetheleli
ترجمة: واختار موسى قومه سبعين رجلا لميقاتنا فلما أخذتهم الرجفة قال رب لو, باللغة الزولو
﴿واختار موسى قومه سبعين رجلا لميقاتنا فلما أخذتهم الرجفة قال رب لو﴾ [الأعرَاف: 155]