×

Oh sithunywa! Ungaphathwa kabi yilabo abajaha ekungakholweni beyilabo abathi ngemilomo yabo “siyakholwa” 5:41 Zulu translation

Quran infoZuluSurah Al-Ma’idah ⮕ (5:41) ayat 41 in Zulu

5:41 Surah Al-Ma’idah ayat 41 in Zulu (الزولو)

Quran with Zulu translation - Surah Al-Ma’idah ayat 41 - المَائدة - Page - Juz 6

﴿۞ يَٰٓأَيُّهَا ٱلرَّسُولُ لَا يَحۡزُنكَ ٱلَّذِينَ يُسَٰرِعُونَ فِي ٱلۡكُفۡرِ مِنَ ٱلَّذِينَ قَالُوٓاْ ءَامَنَّا بِأَفۡوَٰهِهِمۡ وَلَمۡ تُؤۡمِن قُلُوبُهُمۡۛ وَمِنَ ٱلَّذِينَ هَادُواْۛ سَمَّٰعُونَ لِلۡكَذِبِ سَمَّٰعُونَ لِقَوۡمٍ ءَاخَرِينَ لَمۡ يَأۡتُوكَۖ يُحَرِّفُونَ ٱلۡكَلِمَ مِنۢ بَعۡدِ مَوَاضِعِهِۦۖ يَقُولُونَ إِنۡ أُوتِيتُمۡ هَٰذَا فَخُذُوهُ وَإِن لَّمۡ تُؤۡتَوۡهُ فَٱحۡذَرُواْۚ وَمَن يُرِدِ ٱللَّهُ فِتۡنَتَهُۥ فَلَن تَمۡلِكَ لَهُۥ مِنَ ٱللَّهِ شَيۡـًٔاۚ أُوْلَٰٓئِكَ ٱلَّذِينَ لَمۡ يُرِدِ ٱللَّهُ أَن يُطَهِّرَ قُلُوبَهُمۡۚ لَهُمۡ فِي ٱلدُّنۡيَا خِزۡيٞۖ وَلَهُمۡ فِي ٱلۡأٓخِرَةِ عَذَابٌ عَظِيمٞ ﴾
[المَائدة: 41]

Oh sithunywa! Ungaphathwa kabi yilabo abajaha ekungakholweni beyilabo abathi ngemilomo yabo “siyakholwa” zibe izinhliziyo zabo zingenayo inkolo futhi nakulabo abangamaJuda (kunalabo) abalalela amanga abalalela abanye abantu abangazange beze kuwena, baphendukezela amagama endaweni yawo (bewasho ngendlela angashiwongo ngayo) bathi uma ninikwe lokhu ngakho-ke kuthatheni kepha uma ningakunikwanga ngakho-ke qaphelani, kepha lowo ofisa ukwenzela uMvelinqangi ukungakholwa awusoze waba nalutho lakhe kuMvelinqangi labo-ke bayilabo uMvelinqangi angathandi ukuhlanza izinhliziyo zabo okwabo lapha emhlabeni yihlazo futhi okwabo empilweni ezayo yisijeziso esikhulu

❮ Previous Next ❯

ترجمة: ياأيها الرسول لا يحزنك الذين يسارعون في الكفر من الذين قالوا آمنا, باللغة الزولو

﴿ياأيها الرسول لا يحزنك الذين يسارعون في الكفر من الذين قالوا آمنا﴾ [المَائدة: 41]

❮ Previous Next ❯

Verse in more languages

Transliteration Bangla Bosnian German English Persian French Hindi Indonesian Kazakh Dutch Russian Spanish Turkish Urdu Uzbek