﴿وَأَتِمُّواْ ٱلۡحَجَّ وَٱلۡعُمۡرَةَ لِلَّهِۚ فَإِنۡ أُحۡصِرۡتُمۡ فَمَا ٱسۡتَيۡسَرَ مِنَ ٱلۡهَدۡيِۖ وَلَا تَحۡلِقُواْ رُءُوسَكُمۡ حَتَّىٰ يَبۡلُغَ ٱلۡهَدۡيُ مَحِلَّهُۥۚ فَمَن كَانَ مِنكُم مَّرِيضًا أَوۡ بِهِۦٓ أَذٗى مِّن رَّأۡسِهِۦ فَفِدۡيَةٞ مِّن صِيَامٍ أَوۡ صَدَقَةٍ أَوۡ نُسُكٖۚ فَإِذَآ أَمِنتُمۡ فَمَن تَمَتَّعَ بِٱلۡعُمۡرَةِ إِلَى ٱلۡحَجِّ فَمَا ٱسۡتَيۡسَرَ مِنَ ٱلۡهَدۡيِۚ فَمَن لَّمۡ يَجِدۡ فَصِيَامُ ثَلَٰثَةِ أَيَّامٖ فِي ٱلۡحَجِّ وَسَبۡعَةٍ إِذَا رَجَعۡتُمۡۗ تِلۡكَ عَشَرَةٞ كَامِلَةٞۗ ذَٰلِكَ لِمَن لَّمۡ يَكُنۡ أَهۡلُهُۥ حَاضِرِي ٱلۡمَسۡجِدِ ٱلۡحَرَامِۚ وَٱتَّقُواْ ٱللَّهَ وَٱعۡلَمُوٓاْ أَنَّ ٱللَّهَ شَدِيدُ ٱلۡعِقَابِ ﴾
[البَقَرَة: 196]
Futhi nifeze iHajj neUmrah eqondene noMvelinqangi kodwa umanivimbelekile(ekufezenilokho) ninikelengalokhookulula ukukuthola okuwumnikelo wesilwane okungowokunikela ngezilwane futhi ningaphuci amakhanda enu kuze kube umnikelo wesilwane ufike endaweni lapho kunikelwa khona (endaweni yokuhlaba umnikelo). Kepha noma ngabe ubani kunina ogulayo noma izintwala ekhanda inhlawulo ukuzila (izinsuku ezintathu) noma anikele noma ninikele ngesilwane (igusha noma imbuzi) kepha uma senihlengekile noma ngabe ubani ofuna ukwenza i-Umrah (ngezinyanga zeHajj) ilandelwa yiHajj kufanele enze umnikelo okulula ukuba awenze. Kepha lowo okungelula ukuba awuthola kufanele azile izinsuku ezintathu ekwi Hajj neziyisikhombisa uma senibuyele (emakhaya enu). Lezo (izinsuku) eziyishumi eziphelele, lokhu okwalowo osuke umndeni wakhe ungekho eMasjid Al-Haraam futhi nesabe uMvelinqangi futhi nazi ukuthi uMvelinqangi unzima ekujeziseni
ترجمة: وأتموا الحج والعمرة لله فإن أحصرتم فما استيسر من الهدي ولا تحلقوا, باللغة الزولو
﴿وأتموا الحج والعمرة لله فإن أحصرتم فما استيسر من الهدي ولا تحلقوا﴾ [البَقَرَة: 196]