×

Bakubuza mayelana nokulwa enyangeni engcwele ithi “ukulwa kuyona (kuyiphutha elikhulu) kodwa nokuvimbela 2:217 Zulu translation

Quran infoZuluSurah Al-Baqarah ⮕ (2:217) ayat 217 in Zulu

2:217 Surah Al-Baqarah ayat 217 in Zulu (الزولو)

Quran with Zulu translation - Surah Al-Baqarah ayat 217 - البَقَرَة - Page - Juz 2

﴿يَسۡـَٔلُونَكَ عَنِ ٱلشَّهۡرِ ٱلۡحَرَامِ قِتَالٖ فِيهِۖ قُلۡ قِتَالٞ فِيهِ كَبِيرٞۚ وَصَدٌّ عَن سَبِيلِ ٱللَّهِ وَكُفۡرُۢ بِهِۦ وَٱلۡمَسۡجِدِ ٱلۡحَرَامِ وَإِخۡرَاجُ أَهۡلِهِۦ مِنۡهُ أَكۡبَرُ عِندَ ٱللَّهِۚ وَٱلۡفِتۡنَةُ أَكۡبَرُ مِنَ ٱلۡقَتۡلِۗ وَلَا يَزَالُونَ يُقَٰتِلُونَكُمۡ حَتَّىٰ يَرُدُّوكُمۡ عَن دِينِكُمۡ إِنِ ٱسۡتَطَٰعُواْۚ وَمَن يَرۡتَدِدۡ مِنكُمۡ عَن دِينِهِۦ فَيَمُتۡ وَهُوَ كَافِرٞ فَأُوْلَٰٓئِكَ حَبِطَتۡ أَعۡمَٰلُهُمۡ فِي ٱلدُّنۡيَا وَٱلۡأٓخِرَةِۖ وَأُوْلَٰٓئِكَ أَصۡحَٰبُ ٱلنَّارِۖ هُمۡ فِيهَا خَٰلِدُونَ ﴾
[البَقَرَة: 217]

Bakubuza mayelana nokulwa enyangeni engcwele ithi “ukulwa kuyona (kuyiphutha elikhulu) kodwa nokuvimbela (abantu) endleleni kaMvelinqangi nokungakholelwa kuyena (nokuvimbela abantu ukuthi baye) naseMasjid Al-Haraam nokuxosha abantu bayo kukhona (iphutha) elikhulu emehlweni kaMvelinqangi futhi ukungakholwa kungaphezulu kokubulala futhi bazoqhubeka nokulwa nani kuze kube yilapho beniphindisela emumva baniyekise inkolo yenu uma bekwazile. Futhi noma ngabe ubani kunina oyeka inkolo yakhe bese efa engakholwa labo-ke imisebenzi yabo ayilutho kulomhlaba nakwelizayo futhi labo-ke bangabanqwamani nomlilo bona bayohlala kuwo ingunaphakade

❮ Previous Next ❯

ترجمة: يسألونك عن الشهر الحرام قتال فيه قل قتال فيه كبير وصد عن, باللغة الزولو

﴿يسألونك عن الشهر الحرام قتال فيه قل قتال فيه كبير وصد عن﴾ [البَقَرَة: 217]

❮ Previous Next ❯

Verse in more languages

Transliteration Bangla Bosnian German English Persian French Hindi Indonesian Kazakh Dutch Russian Spanish Turkish Urdu Uzbek