×

Futhi uma nehlukanisile nabesifazane futhi sebesiqedile isikhathi sabo kepha uma begcinwa mabagcinwe 2:231 Zulu translation

Quran infoZuluSurah Al-Baqarah ⮕ (2:231) ayat 231 in Zulu

2:231 Surah Al-Baqarah ayat 231 in Zulu (الزولو)

Quran with Zulu translation - Surah Al-Baqarah ayat 231 - البَقَرَة - Page - Juz 2

﴿وَإِذَا طَلَّقۡتُمُ ٱلنِّسَآءَ فَبَلَغۡنَ أَجَلَهُنَّ فَأَمۡسِكُوهُنَّ بِمَعۡرُوفٍ أَوۡ سَرِّحُوهُنَّ بِمَعۡرُوفٖۚ وَلَا تُمۡسِكُوهُنَّ ضِرَارٗا لِّتَعۡتَدُواْۚ وَمَن يَفۡعَلۡ ذَٰلِكَ فَقَدۡ ظَلَمَ نَفۡسَهُۥۚ وَلَا تَتَّخِذُوٓاْ ءَايَٰتِ ٱللَّهِ هُزُوٗاۚ وَٱذۡكُرُواْ نِعۡمَتَ ٱللَّهِ عَلَيۡكُمۡ وَمَآ أَنزَلَ عَلَيۡكُم مِّنَ ٱلۡكِتَٰبِ وَٱلۡحِكۡمَةِ يَعِظُكُم بِهِۦۚ وَٱتَّقُواْ ٱللَّهَ وَٱعۡلَمُوٓاْ أَنَّ ٱللَّهَ بِكُلِّ شَيۡءٍ عَلِيمٞ ﴾
[البَقَرَة: 231]

Futhi uma nehlukanisile nabesifazane futhi sebesiqedile isikhathi sabo kepha uma begcinwa mabagcinwe ngendlela eyamukelekile noma uma nibadedela mabadedelwe ngendlela eyamukelekile. Futhi ningabagcini ngendlela ebaphatha kabi ukuze niphule imigomo futhi noma ngabe ubani owenza lokho uzonele umphefumulo wakhe, futhi ningenzi amavesi kaMvelinqangi inhlekisa, futhi nikhumbule ububele buka Mvelinqangi phezulu kwenu nalokho akwehlisele phezulu kwenu okusencwadini, nobuhlakani aniyalela ngakho nesabe uMvelinqangi futhi nazi ukuthi uMvelinqangi wazi ngazo zonke izinto

❮ Previous Next ❯

ترجمة: وإذا طلقتم النساء فبلغن أجلهن فأمسكوهن بمعروف أو سرحوهن بمعروف ولا تمسكوهن, باللغة الزولو

﴿وإذا طلقتم النساء فبلغن أجلهن فأمسكوهن بمعروف أو سرحوهن بمعروف ولا تمسكوهن﴾ [البَقَرَة: 231]

❮ Previous Next ❯

Verse in more languages

Transliteration Bangla Bosnian German English Persian French Hindi Indonesian Kazakh Dutch Russian Spanish Turkish Urdu Uzbek