×

Omame bayoncelisa izingane zabo iminyaka emibili egcwele lowo othanda ukuqedela (isikhathi) sokuncelisa, 2:233 Zulu translation

Quran infoZuluSurah Al-Baqarah ⮕ (2:233) ayat 233 in Zulu

2:233 Surah Al-Baqarah ayat 233 in Zulu (الزولو)

Quran with Zulu translation - Surah Al-Baqarah ayat 233 - البَقَرَة - Page - Juz 2

﴿۞ وَٱلۡوَٰلِدَٰتُ يُرۡضِعۡنَ أَوۡلَٰدَهُنَّ حَوۡلَيۡنِ كَامِلَيۡنِۖ لِمَنۡ أَرَادَ أَن يُتِمَّ ٱلرَّضَاعَةَۚ وَعَلَى ٱلۡمَوۡلُودِ لَهُۥ رِزۡقُهُنَّ وَكِسۡوَتُهُنَّ بِٱلۡمَعۡرُوفِۚ لَا تُكَلَّفُ نَفۡسٌ إِلَّا وُسۡعَهَاۚ لَا تُضَآرَّ وَٰلِدَةُۢ بِوَلَدِهَا وَلَا مَوۡلُودٞ لَّهُۥ بِوَلَدِهِۦۚ وَعَلَى ٱلۡوَارِثِ مِثۡلُ ذَٰلِكَۗ فَإِنۡ أَرَادَا فِصَالًا عَن تَرَاضٖ مِّنۡهُمَا وَتَشَاوُرٖ فَلَا جُنَاحَ عَلَيۡهِمَاۗ وَإِنۡ أَرَدتُّمۡ أَن تَسۡتَرۡضِعُوٓاْ أَوۡلَٰدَكُمۡ فَلَا جُنَاحَ عَلَيۡكُمۡ إِذَا سَلَّمۡتُم مَّآ ءَاتَيۡتُم بِٱلۡمَعۡرُوفِۗ وَٱتَّقُواْ ٱللَّهَ وَٱعۡلَمُوٓاْ أَنَّ ٱللَّهَ بِمَا تَعۡمَلُونَ بَصِيرٞ ﴾
[البَقَرَة: 233]

Omame bayoncelisa izingane zabo iminyaka emibili egcwele lowo othanda ukuqedela (isikhathi) sokuncelisa, futhi ubaba uthwele umthwalo wokondla nokubagqokisa ngendlela okwamukeleke ngayo, awukho umphefumulo oyothweswa umthwalo ongaphezulu kwamandla awo umame akumele aphathwe kabi ngenxa yengane yakhe noma lowo ingane ezalelwe yena (ubaba) ngenxa yengane yakhe futhi nasendlalifeni (kwenzeka) okufana nalokho. Uma bobabili bethanda ukumyekisa ukuncela ngokuvumelana noma sebebonisene asikho isono kubona bobabili. Futhi uma nifuna ukuqasha abagadi bezingane zenu asikho isono kunina inqobo nje uma nibakhokhela ngendlela eyamukelekile futhi nesabe uMvelinqangi, futhi nazi ukuthi uMvelinqangi uyakubona enikwenzayo

❮ Previous Next ❯

ترجمة: والوالدات يرضعن أولادهن حولين كاملين لمن أراد أن يتم الرضاعة وعلى المولود, باللغة الزولو

﴿والوالدات يرضعن أولادهن حولين كاملين لمن أراد أن يتم الرضاعة وعلى المولود﴾ [البَقَرَة: 233]

❮ Previous Next ❯

Verse in more languages

Transliteration Bangla Bosnian German English Persian French Hindi Indonesian Kazakh Dutch Russian Spanish Turkish Urdu Uzbek