×

Abantu babeyisizwe esisodwa ngakho-ke uMvelinqangi wathumela abaphrofethi njengabalethi bezindaba ezimnandi nabaxwayisi, wehlisela 2:213 Zulu translation

Quran infoZuluSurah Al-Baqarah ⮕ (2:213) ayat 213 in Zulu

2:213 Surah Al-Baqarah ayat 213 in Zulu (الزولو)

Quran with Zulu translation - Surah Al-Baqarah ayat 213 - البَقَرَة - Page - Juz 2

﴿كَانَ ٱلنَّاسُ أُمَّةٗ وَٰحِدَةٗ فَبَعَثَ ٱللَّهُ ٱلنَّبِيِّـۧنَ مُبَشِّرِينَ وَمُنذِرِينَ وَأَنزَلَ مَعَهُمُ ٱلۡكِتَٰبَ بِٱلۡحَقِّ لِيَحۡكُمَ بَيۡنَ ٱلنَّاسِ فِيمَا ٱخۡتَلَفُواْ فِيهِۚ وَمَا ٱخۡتَلَفَ فِيهِ إِلَّا ٱلَّذِينَ أُوتُوهُ مِنۢ بَعۡدِ مَا جَآءَتۡهُمُ ٱلۡبَيِّنَٰتُ بَغۡيَۢا بَيۡنَهُمۡۖ فَهَدَى ٱللَّهُ ٱلَّذِينَ ءَامَنُواْ لِمَا ٱخۡتَلَفُواْ فِيهِ مِنَ ٱلۡحَقِّ بِإِذۡنِهِۦۗ وَٱللَّهُ يَهۡدِي مَن يَشَآءُ إِلَىٰ صِرَٰطٖ مُّسۡتَقِيمٍ ﴾
[البَقَرَة: 213]

Abantu babeyisizwe esisodwa ngakho-ke uMvelinqangi wathumela abaphrofethi njengabalethi bezindaba ezimnandi nabaxwayisi, wehlisela phansi kubona incwadi ngeqiniso ukuze yahlulele phakathi kwabantu kulokho ababehlukene (ababephikisene) ngako, futhi akekho owayehlukile kukona ngaphandle kwalabo ababenikwe (imibhalo) emva kokuba sebefikelwe ubufakazi obucacile ngenxa yenzondo nomona phakathi kwabo. UMvelinqangi wabaholela (eqinisweni) labo abakholwayo mayelana nalokho ababehlukene ngakho ngentando yakhe. Futhi uMvelinqangi uholela lowo amthandayo endleleni eqondile

❮ Previous Next ❯

ترجمة: كان الناس أمة واحدة فبعث الله النبيين مبشرين ومنذرين وأنـزل معهم الكتاب, باللغة الزولو

﴿كان الناس أمة واحدة فبعث الله النبيين مبشرين ومنذرين وأنـزل معهم الكتاب﴾ [البَقَرَة: 213]

❮ Previous Next ❯

Verse in more languages

Transliteration Bangla Bosnian German English Persian French Hindi Indonesian Kazakh Dutch Russian Spanish Turkish Urdu Uzbek