×

Asikho isono kunina kulokho enikushoyo (isithembiso somshado) kwabesifazane noma lokho enikufihlayo emiphefumulweni 2:235 Zulu translation

Quran infoZuluSurah Al-Baqarah ⮕ (2:235) ayat 235 in Zulu

2:235 Surah Al-Baqarah ayat 235 in Zulu (الزولو)

Quran with Zulu translation - Surah Al-Baqarah ayat 235 - البَقَرَة - Page - Juz 2

﴿وَلَا جُنَاحَ عَلَيۡكُمۡ فِيمَا عَرَّضۡتُم بِهِۦ مِنۡ خِطۡبَةِ ٱلنِّسَآءِ أَوۡ أَكۡنَنتُمۡ فِيٓ أَنفُسِكُمۡۚ عَلِمَ ٱللَّهُ أَنَّكُمۡ سَتَذۡكُرُونَهُنَّ وَلَٰكِن لَّا تُوَاعِدُوهُنَّ سِرًّا إِلَّآ أَن تَقُولُواْ قَوۡلٗا مَّعۡرُوفٗاۚ وَلَا تَعۡزِمُواْ عُقۡدَةَ ٱلنِّكَاحِ حَتَّىٰ يَبۡلُغَ ٱلۡكِتَٰبُ أَجَلَهُۥۚ وَٱعۡلَمُوٓاْ أَنَّ ٱللَّهَ يَعۡلَمُ مَا فِيٓ أَنفُسِكُمۡ فَٱحۡذَرُوهُۚ وَٱعۡلَمُوٓاْ أَنَّ ٱللَّهَ غَفُورٌ حَلِيمٞ ﴾
[البَقَرَة: 235]

Asikho isono kunina kulokho enikushoyo (isithembiso somshado) kwabesifazane noma lokho enikufihlayo emiphefumulweni yenu, uMvelinqangi uyazi ukuthi nizobakhumbula (abesifazane) kodwa ningenzi isithembiso kubona sibe yimfihlo ngaphandle kokuthi nikhulume inkulumo ngendlela eyamukelekile. Futhi ninganqumi ukushada kuze kuphele isikhathi esinqunyiwe futhi nazi ukuthi uMvelinqangi uyakwazi okusezinhliziyweni zenu ngakho-ke mqapheleni futhi nazi ukuthi uMvelinqangi uyathethelela uyabekezela

❮ Previous Next ❯

ترجمة: ولا جناح عليكم فيما عرضتم به من خطبة النساء أو أكننتم في, باللغة الزولو

﴿ولا جناح عليكم فيما عرضتم به من خطبة النساء أو أكننتم في﴾ [البَقَرَة: 235]

❮ Previous Next ❯

Verse in more languages

Transliteration Bangla Bosnian German English Persian French Hindi Indonesian Kazakh Dutch Russian Spanish Turkish Urdu Uzbek