×

Noma njengalowo owedlula edolobheni elalibhubhe liphelile wathi “uMvelinqangi uyolivusa kanjani emva kokufa 2:259 Zulu translation

Quran infoZuluSurah Al-Baqarah ⮕ (2:259) ayat 259 in Zulu

2:259 Surah Al-Baqarah ayat 259 in Zulu (الزولو)

Quran with Zulu translation - Surah Al-Baqarah ayat 259 - البَقَرَة - Page - Juz 3

﴿أَوۡ كَٱلَّذِي مَرَّ عَلَىٰ قَرۡيَةٖ وَهِيَ خَاوِيَةٌ عَلَىٰ عُرُوشِهَا قَالَ أَنَّىٰ يُحۡيِۦ هَٰذِهِ ٱللَّهُ بَعۡدَ مَوۡتِهَاۖ فَأَمَاتَهُ ٱللَّهُ مِاْئَةَ عَامٖ ثُمَّ بَعَثَهُۥۖ قَالَ كَمۡ لَبِثۡتَۖ قَالَ لَبِثۡتُ يَوۡمًا أَوۡ بَعۡضَ يَوۡمٖۖ قَالَ بَل لَّبِثۡتَ مِاْئَةَ عَامٖ فَٱنظُرۡ إِلَىٰ طَعَامِكَ وَشَرَابِكَ لَمۡ يَتَسَنَّهۡۖ وَٱنظُرۡ إِلَىٰ حِمَارِكَ وَلِنَجۡعَلَكَ ءَايَةٗ لِّلنَّاسِۖ وَٱنظُرۡ إِلَى ٱلۡعِظَامِ كَيۡفَ نُنشِزُهَا ثُمَّ نَكۡسُوهَا لَحۡمٗاۚ فَلَمَّا تَبَيَّنَ لَهُۥ قَالَ أَعۡلَمُ أَنَّ ٱللَّهَ عَلَىٰ كُلِّ شَيۡءٖ قَدِيرٞ ﴾
[البَقَرَة: 259]

Noma njengalowo owedlula edolobheni elalibhubhe liphelile wathi “uMvelinqangi uyolivusa kanjani emva kokufa kwalo na?” Ngakho-ke uMvelinqangi wamenza ukuthi afe iminyaka eyikhulu wabe eseyamvusa wathi, “uhlale (ufe) isikhathi esingakanani na?” Wathi, “ngihlale usuku noma ingxenye yosuku” wathi, “cha iminyaka eyikhulu, bheka ukudla kwakho akubolanga, nesiphuzo sakho asishintshanga futhi bheka imbongolo yakho, Sizokwenza ukuthi ube yisibonelo kubantu, futhi bheka amathambo ukuthi siwahlanganise kanjani sawagqokisa inyama. Kwathi ngenkathi sekucacile kuyena wathi, “ngiyazi ukuthi uMvelinqangi unamandla ngaphezulu kwazo zonke izinto

❮ Previous Next ❯

ترجمة: أو كالذي مر على قرية وهي خاوية على عروشها قال أنى يحيي, باللغة الزولو

﴿أو كالذي مر على قرية وهي خاوية على عروشها قال أنى يحيي﴾ [البَقَرَة: 259]

❮ Previous Next ❯

Verse in more languages

Transliteration Bangla Bosnian German English Persian French Hindi Indonesian Kazakh Dutch Russian Spanish Turkish Urdu Uzbek