﴿فَإِنۡ عُثِرَ عَلَىٰٓ أَنَّهُمَا ٱسۡتَحَقَّآ إِثۡمٗا فَـَٔاخَرَانِ يَقُومَانِ مَقَامَهُمَا مِنَ ٱلَّذِينَ ٱسۡتَحَقَّ عَلَيۡهِمُ ٱلۡأَوۡلَيَٰنِ فَيُقۡسِمَانِ بِٱللَّهِ لَشَهَٰدَتُنَآ أَحَقُّ مِن شَهَٰدَتِهِمَا وَمَا ٱعۡتَدَيۡنَآ إِنَّآ إِذٗا لَّمِنَ ٱلظَّٰلِمِينَ ﴾
[المَائدة: 107]
Oh Nina enikholwayo! Ubufakazi (abenziwe) phakathi kwenu uma omunye wenu eficwe ukufa ngesikhathi sokwaba ifa, (makube) abantu besilisa ababili abanobulungiswa phakathi kwenu noma abanye ababili abayoqhamuka ngaphandle (okungesibona abenu) uma nina nihamba ezweni nehlelwe yisehlo esingukufa babambezeleni bobabili emva komthandazo ngakho-ke bobabili abafunge ngoMvelinqangi uma nibe nokungabaza (ngobuqotho babo abathi) angeke sishintshe ngazo (izifungo) ngenani (kokuyize leze), noma ngabe eyisihlobo esisondele futhi angeke sifihle ubufakazi bukaMvelinqangi ngempela thina besizoba kanye nabayizoni
ترجمة: فإن عثر على أنهما استحقا إثما فآخران يقومان مقامهما من الذين استحق, باللغة الزولو
﴿فإن عثر على أنهما استحقا إثما فآخران يقومان مقامهما من الذين استحق﴾ [المَائدة: 107]