﴿قُلۡ أَيُّ شَيۡءٍ أَكۡبَرُ شَهَٰدَةٗۖ قُلِ ٱللَّهُۖ شَهِيدُۢ بَيۡنِي وَبَيۡنَكُمۡۚ وَأُوحِيَ إِلَيَّ هَٰذَا ٱلۡقُرۡءَانُ لِأُنذِرَكُم بِهِۦ وَمَنۢ بَلَغَۚ أَئِنَّكُمۡ لَتَشۡهَدُونَ أَنَّ مَعَ ٱللَّهِ ءَالِهَةً أُخۡرَىٰۚ قُل لَّآ أَشۡهَدُۚ قُلۡ إِنَّمَا هُوَ إِلَٰهٞ وَٰحِدٞ وَإِنَّنِي بَرِيٓءٞ مِّمَّا تُشۡرِكُونَ ﴾
[الأنعَام: 19]
Ithi, “iyiphi into enkulu kakhulu ebufakazini” ithi, “uMvelinqangi ongufakazi phakathi kwami naphakathi kwenu futhi leQur’an yembulwa kumina (Muhammad) ukuze nginexwayise ngayo futhi nakunoma ngabe obani eyofinyelela kubona, ngakube ngempela nina nethula ubufakazi ukuthi ngaphandle kukaMvelinqangi kukhona abanye onkulunkulu, ithi “angibethuli ubufakazi” ithi, “nguyena kuphela onguMvelinqangi oyedwa futhi ngempela mina ngimsulwa kulokho enenzela ngako uMvelinqnagi abahlanganyeli ekumkhonzeni”
ترجمة: قل أي شيء أكبر شهادة قل الله شهيد بيني وبينكم وأوحي إلي, باللغة الزولو
﴿قل أي شيء أكبر شهادة قل الله شهيد بيني وبينكم وأوحي إلي﴾ [الأنعَام: 19]