﴿وَلَا تَنكِحُواْ ٱلۡمُشۡرِكَٰتِ حَتَّىٰ يُؤۡمِنَّۚ وَلَأَمَةٞ مُّؤۡمِنَةٌ خَيۡرٞ مِّن مُّشۡرِكَةٖ وَلَوۡ أَعۡجَبَتۡكُمۡۗ وَلَا تُنكِحُواْ ٱلۡمُشۡرِكِينَ حَتَّىٰ يُؤۡمِنُواْۚ وَلَعَبۡدٞ مُّؤۡمِنٌ خَيۡرٞ مِّن مُّشۡرِكٖ وَلَوۡ أَعۡجَبَكُمۡۗ أُوْلَٰٓئِكَ يَدۡعُونَ إِلَى ٱلنَّارِۖ وَٱللَّهُ يَدۡعُوٓاْ إِلَى ٱلۡجَنَّةِ وَٱلۡمَغۡفِرَةِ بِإِذۡنِهِۦۖ وَيُبَيِّنُ ءَايَٰتِهِۦ لِلنَّاسِ لَعَلَّهُمۡ يَتَذَكَّرُونَ ﴾
[البَقَرَة: 221]
Futhi ningashadi nabesifazane abakhonza abanye noma okunye ngaphandle kukaMvelinqangi kuze kube bayakholwa futhi ngempela isigqila sowesifazane okholwayo singcono kunowesifazane okhonza abanye noma okunye ngaphandle kukaMvelinqangi noma ngabe eniheha kanjani (owesifazane ongakholwa), futhi ningashadisi amadodakazi enu nabesilisa abakhonzaabanyenomaokunyengaphandlekukaMvelinqangi futhi ngempela isigqila sowesilisa okholwayo singcono kunomuntu okhonza abanye noma okunye ngaphandle kukaMvelinqangi noma ngabe eniheha kanjani. Labo-ke bakumemela emlilweni kepha uMvelinqangi ukumemela esivandeni (ezulwini) nasekuthetheleleni ngentando yakhe futhi ucacisela abantu amavesi akhe ukuze bakhumbule
ترجمة: ولا تنكحوا المشركات حتى يؤمن ولأمة مؤمنة خير من مشركة ولو أعجبتكم, باللغة الزولو
﴿ولا تنكحوا المشركات حتى يؤمن ولأمة مؤمنة خير من مشركة ولو أعجبتكم﴾ [البَقَرَة: 221]