×

Isahlukaniso sikabili ngakho-ke (emuva kwalokho) uyamugcina ngendlela eyamukelekile noma uyamdedela ngendlela eyamukelekile 2:229 Zulu translation

Quran infoZuluSurah Al-Baqarah ⮕ (2:229) ayat 229 in Zulu

2:229 Surah Al-Baqarah ayat 229 in Zulu (الزولو)

Quran with Zulu translation - Surah Al-Baqarah ayat 229 - البَقَرَة - Page - Juz 2

﴿ٱلطَّلَٰقُ مَرَّتَانِۖ فَإِمۡسَاكُۢ بِمَعۡرُوفٍ أَوۡ تَسۡرِيحُۢ بِإِحۡسَٰنٖۗ وَلَا يَحِلُّ لَكُمۡ أَن تَأۡخُذُواْ مِمَّآ ءَاتَيۡتُمُوهُنَّ شَيۡـًٔا إِلَّآ أَن يَخَافَآ أَلَّا يُقِيمَا حُدُودَ ٱللَّهِۖ فَإِنۡ خِفۡتُمۡ أَلَّا يُقِيمَا حُدُودَ ٱللَّهِ فَلَا جُنَاحَ عَلَيۡهِمَا فِيمَا ٱفۡتَدَتۡ بِهِۦۗ تِلۡكَ حُدُودُ ٱللَّهِ فَلَا تَعۡتَدُوهَاۚ وَمَن يَتَعَدَّ حُدُودَ ٱللَّهِ فَأُوْلَٰٓئِكَ هُمُ ٱلظَّٰلِمُونَ ﴾
[البَقَرَة: 229]

Isahlukaniso sikabili ngakho-ke (emuva kwalokho) uyamugcina ngendlela eyamukelekile noma uyamdedela ngendlela eyamukelekile futhi akusiwona umthetho kunina ukuthi nithathe okuthize kubona kulokho enababela kona, ngaphandle uma bona bobabili besaba ukuthi angeke bakwazi ukugcina imigomo kaMvelinqangi. Kepha uma nesaba ukuthi angeke nikwazi ukugcina imigomo kaMvelinqangi akukho isono kubona bobabili mayelana nokuthize okubuyiswa owesifazane ukuze akhululeke. Leyo yimigomo kaMvelinqangi ngakho-ke ningayeqi futhi noma ngabe ngubani oweqa imigomo kaMvelinqangi labo-ke bona bangabenzi bokubi

❮ Previous Next ❯

ترجمة: الطلاق مرتان فإمساك بمعروف أو تسريح بإحسان ولا يحل لكم أن تأخذوا, باللغة الزولو

﴿الطلاق مرتان فإمساك بمعروف أو تسريح بإحسان ولا يحل لكم أن تأخذوا﴾ [البَقَرَة: 229]

❮ Previous Next ❯

Verse in more languages

Transliteration Bangla Bosnian German English Persian French Hindi Indonesian Kazakh Dutch Russian Spanish Turkish Urdu Uzbek