×

Futhi (khumbulani) ukuthi nathi “Oh! Mose! Angeke sikwazi ukumelana nohlobo lokudla olulodwa 2:61 Zulu translation

Quran infoZuluSurah Al-Baqarah ⮕ (2:61) ayat 61 in Zulu

2:61 Surah Al-Baqarah ayat 61 in Zulu (الزولو)

Quran with Zulu translation - Surah Al-Baqarah ayat 61 - البَقَرَة - Page - Juz 1

﴿وَإِذۡ قُلۡتُمۡ يَٰمُوسَىٰ لَن نَّصۡبِرَ عَلَىٰ طَعَامٖ وَٰحِدٖ فَٱدۡعُ لَنَا رَبَّكَ يُخۡرِجۡ لَنَا مِمَّا تُنۢبِتُ ٱلۡأَرۡضُ مِنۢ بَقۡلِهَا وَقِثَّآئِهَا وَفُومِهَا وَعَدَسِهَا وَبَصَلِهَاۖ قَالَ أَتَسۡتَبۡدِلُونَ ٱلَّذِي هُوَ أَدۡنَىٰ بِٱلَّذِي هُوَ خَيۡرٌۚ ٱهۡبِطُواْ مِصۡرٗا فَإِنَّ لَكُم مَّا سَأَلۡتُمۡۗ وَضُرِبَتۡ عَلَيۡهِمُ ٱلذِّلَّةُ وَٱلۡمَسۡكَنَةُ وَبَآءُو بِغَضَبٖ مِّنَ ٱللَّهِۚ ذَٰلِكَ بِأَنَّهُمۡ كَانُواْ يَكۡفُرُونَ بِـَٔايَٰتِ ٱللَّهِ وَيَقۡتُلُونَ ٱلنَّبِيِّـۧنَ بِغَيۡرِ ٱلۡحَقِّۚ ذَٰلِكَ بِمَا عَصَواْ وَّكَانُواْ يَعۡتَدُونَ ﴾
[البَقَرَة: 61]

Futhi (khumbulani) ukuthi nathi “Oh! Mose! Angeke sikwazi ukumelana nohlobo lokudla olulodwa ngakho-ke sicelele eNkosini yakho ukuba isikhiphele lokho okumila emhlabathini (izitshalo) imifino yawo amakhukhumba awo, ogaliki bawo amalentisi awo no-anyanisi bawo, wathi (uMose), “nifuna ukushintshela kulokho okungeyilutho kunalokho okungcono na?” hambani niye kunoma iyiphi indawo (idolobha) okusempeleni niyothola konke enikufunayo, bathola ukudumala nokukhathazeka bazidonsela intukuthelo kaMvelinqangi, lokho yingoba babephika izimpawu zikaMvelinqangi futhi bebulala abaphrofethi ngokungemthetho kwakungenxa yokuthi babengahloniphi futhi bedukile

❮ Previous Next ❯

ترجمة: وإذ قلتم ياموسى لن نصبر على طعام واحد فادع لنا ربك يخرج, باللغة الزولو

﴿وإذ قلتم ياموسى لن نصبر على طعام واحد فادع لنا ربك يخرج﴾ [البَقَرَة: 61]

❮ Previous Next ❯

Verse in more languages

Transliteration Bangla Bosnian German English Persian French Hindi Indonesian Kazakh Dutch Russian Spanish Turkish Urdu Uzbek