القرآن باللغة الزولو - سورة القارعة مترجمة إلى اللغة الزولو، Surah Qariah in Zulu. نوفر ترجمة دقيقة سورة القارعة باللغة الزولو - Zulu, الآيات 11 - رقم السورة 101 - الصفحة 600.
الْقَارِعَةُ (1) Ukushaya (kwehora) |
مَا الْقَارِعَةُ (2) Yini ukushaya |
وَمَا أَدْرَاكَ مَا الْقَارِعَةُ (3) Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini ukushaya (kwehora) |
يَوْمَ يَكُونُ النَّاسُ كَالْفَرَاشِ الْمَبْثُوثِ (4) Usuku lapho abantu beyobe benjengezimvemvane ezisakaziwe |
وَتَكُونُ الْجِبَالُ كَالْعِهْنِ الْمَنفُوشِ (5) Futhi izintaba ziyoba sengathi uvolo oyimpafumpafu (ziyobhidlika ziqonde) |
فَأَمَّا مَن ثَقُلَتْ مَوَازِينُهُ (6) Mayelana nalowo isisindo(sezenzo) zakhe (ezinhle) ziyosinda |
فَهُوَ فِي عِيشَةٍ رَّاضِيَةٍ (7) Manjalo yena iyongena empilweni ethokozisayo |
وَأَمَّا مَنْ خَفَّتْ مَوَازِينُهُ (8) Futhi mayelana nalowo izikalo (zezenzo) zakhe (ezinhle) ziyobalula |
فَأُمُّهُ هَاوِيَةٌ (9) Manjalo indawo yakhe yokuhlala umgodi wesihogo |
وَمَا أَدْرَاكَ مَا هِيَهْ (10) Futhi yini ekwenza wazi ukuthi kuyini lokho |
نَارٌ حَامِيَةٌ (11) Umlilo ovutha kakhulu |