القرآن باللغة الزولو - سورة الهُمَزَة مترجمة إلى اللغة الزولو، Surah Humazah in Zulu. نوفر ترجمة دقيقة سورة الهُمَزَة باللغة الزولو - Zulu, الآيات 9 - رقم السورة 104 - الصفحة 601.
وَيْلٌ لِّكُلِّ هُمَزَةٍ لُّمَزَةٍ (1) Usizi kuyona yonke inhlebi nenhlekisa |
الَّذِي جَمَعَ مَالًا وَعَدَّدَهُ (2) Lowo ohlanganisa ingcebo futhi ayibale |
يَحْسَبُ أَنَّ مَالَهُ أَخْلَدَهُ (3) Ucabanga ukuthi ingcebo yakhe iyomenza ukuthi ahlale ingunaphakade |
كَلَّا ۖ لَيُنبَذَنَّ فِي الْحُطَمَةِ (4) Lutho! Ngempela uyophonswa emlilweni wesihogo |
وَمَا أَدْرَاكَ مَا الْحُطَمَةُ (5) Futhi yini ekwenza wazi ukuthi yini umlilo wesihogo |
نَارُ اللَّهِ الْمُوقَدَةُ (6) Ngumlilo kaMvelinqangi obaselwe (ovuthayo) |
الَّتِي تَطَّلِعُ عَلَى الْأَفْئِدَةِ (7) Okuyiwona owenyukela ezinhliziyweni |
إِنَّهَا عَلَيْهِم مُّؤْصَدَةٌ (8) Ngempela wona (umlilo wesihogo) uyobamboza |
فِي عَمَدٍ مُّمَدَّدَةٍ (9) Ezinsikeni ezinwetshiwe |