القرآن باللغة الزولو - سورة الضحى مترجمة إلى اللغة الزولو، Surah Duha in Zulu. نوفر ترجمة دقيقة سورة الضحى باللغة الزولو - Zulu, الآيات 11 - رقم السورة 93 - الصفحة 596.
وَالضُّحَىٰ (1) Ngifunga ngokukhanya kokusa |
وَاللَّيْلِ إِذَا سَجَىٰ (2) Futhi ngifunga ngobusuku uma bubamnyama |
مَا وَدَّعَكَ رَبُّكَ وَمَا قَلَىٰ (3) Ayikulahlile iNkosi yakho futhi ayikuzondi |
وَلَلْآخِرَةُ خَيْرٌ لَّكَ مِنَ الْأُولَىٰ (4) Futhi ngempela impilo ezayo ingcono kuwena kuneyamanje |
وَلَسَوْفَ يُعْطِيكَ رَبُّكَ فَتَرْضَىٰ (5) Futhi ngempela iNkosi yakho izokunika ukuze uthokoze |
أَلَمْ يَجِدْكَ يَتِيمًا فَآوَىٰ (6) Ayikutholanga yini uyintandane yabe seyiyakukhoselisa |
وَوَجَدَكَ ضَالًّا فَهَدَىٰ (7) Futhi yakuthola ulahlekile yabe seyiyakuhola |
وَوَجَدَكَ عَائِلًا فَأَغْنَىٰ (8) Futhi yakuthola untula umpofu yabe seyiyakunothisa |
فَأَمَّا الْيَتِيمَ فَلَا تَقْهَرْ (9) Ngakho-ke intandane ungayicindezeli |
وَأَمَّا السَّائِلَ فَلَا تَنْهَرْ (10) Futhi mayelana nofuna usizo ungaqhelelani (naye) |
وَأَمَّا بِنِعْمَةِ رَبِّكَ فَحَدِّثْ (11) Futhi ngobubele beNkosi yakho yazisa (abanye) |