القرآن باللغة الزولو - سورة التين مترجمة إلى اللغة الزولو، Surah Tin in Zulu. نوفر ترجمة دقيقة سورة التين باللغة الزولو - Zulu, الآيات 8 - رقم السورة 95 - الصفحة 597.

| بِّسْمِ اللَّهِ الرَّحْمَٰنِ الرَّحِيمِ وَالتِّينِ وَالزَّيْتُونِ (1) Ngifunga ngekhiwane nangomhlwathi |
| وَطُورِ سِينِينَ (2) Futhi ngifunga ngentaba iSinayi |
| وَهَٰذَا الْبَلَدِ الْأَمِينِ (3) Futhi ngifunga ngalelidolobha eliphephile (Makkah) |
| لَقَدْ خَلَقْنَا الْإِنسَانَ فِي أَحْسَنِ تَقْوِيمٍ (4) Ngempela samdala umuntu ngokubunjwa (ngesimo) esihle kakhulu |
| ثُمَّ رَدَدْنَاهُ أَسْفَلَ سَافِلِينَ (5) (Emva kwalokho) sabe sesimehlisela kokuphansi kakhulu |
| إِلَّا الَّذِينَ آمَنُوا وَعَمِلُوا الصَّالِحَاتِ فَلَهُمْ أَجْرٌ غَيْرُ مَمْنُونٍ (6) Ngaphandle kwalabo abakholwayo futhi abenza izenzo ezilungileyo, manjalo okwabo ngumvuzo ongapheliyo |
| فَمَا يُكَذِّبُكَ بَعْدُ بِالدِّينِ (7) Ngokho-ke yini lena ekwenza uphike usuku lokwahlulela |
| أَلَيْسَ اللَّهُ بِأَحْكَمِ الْحَاكِمِينَ (8) Akusiyena yini uMvelinqangi umehluleli wabehluleli na |