القرآن باللغة الزولو - سورة الشرح مترجمة إلى اللغة الزولو، Surah Sharh in Zulu. نوفر ترجمة دقيقة سورة الشرح باللغة الزولو - Zulu, الآيات 8 - رقم السورة 94 - الصفحة 596.
أَلَمْ نَشْرَحْ لَكَ صَدْرَكَ (1) Asizange yini sikunwebele (sikuvulele) isifuba sakho na |
وَوَضَعْنَا عَنكَ وِزْرَكَ (2) Futhi sawususa kuwena umthwalo wakho |
الَّذِي أَنقَضَ ظَهْرَكَ (3) Lowo owehlisela phansi umhlane wakho |
وَرَفَعْنَا لَكَ ذِكْرَكَ (4) Futhi sakunyusela udumo lwakho |
فَإِنَّ مَعَ الْعُسْرِ يُسْرًا (5) Manjalo, ngempela kanye nobunzima kunobulula |
إِنَّ مَعَ الْعُسْرِ يُسْرًا (6) Futhi ngempela kanye nobunzima kunobulula |
فَإِذَا فَرَغْتَ فَانصَبْ (7) Ngakho-ke uma usuqedile (umsebenzi wakho) sukuma (uphinde uthandaze) |
وَإِلَىٰ رَبِّكَ فَارْغَب (8) Futhi fisa eNkosini yakho |